Izindaba
-
Zimkhalele eSandton oweqe ejele laseMaputo
Liyah Mseleku SIBANJWE eNingizimu Africa, eGoli, eSandton isiboshwa eseqa eMazombique ejele iMaputo Maximum Prison ngoDisemba wonyaka odlule. Lokhu kuqinisekiswe uKhomishana…
Read More » -
Umsindo ngemali ye “value” obekunikelelwa yona uTamara
Aphe Gcwabe ISISUSE umsindo imali obekunikelelwa yona uTamara wodumo kwiTik Tok ohlezi egxibha abesifazane abazitshelayo ekubeni sebengena “value”. Leli qhalaqhala…
Read More » -
Kubulawe owesifazane obesanda kuteta
USAQEKILE umphakathi waseThuthukani eMzingazi, eRichards Bay, KwaZulu-Natal kudutshulwa kubulawa owesifazane obekade ebelethe ingane. Umufi uTholakale Mabanga oneminyaka ebalelwa ko-30 ongowokudabuka…
Read More » -
Izonyuka ngo-0.5% iVAT iminyaka ilandelana
UNGQONGQOSHE wezeziMali u-Enoch Godongwana usedalule ukuthi iVAT izokhuphuka ngo-0.5% kulo nyaka wezimali iphinde inyuke ngendlela efanayo ngonyaka ozayo ngoba kuyaphoqa.…
Read More » -
Abomndeni bafuna abolele ejele umagcino obulale unina (75)
ABASAFUNI nokumbona abomndeni umsolwa ogwaze wabulala isalukazi esimzalayo (75) eMlaza, eThekwini. UNkk Ntombifuthi Hadebe wabulawa indodadana yakhe uSibusiso engumagcino. Yamgwaza…
Read More » -
Kubikwa uzamcolo wemvula ongase udale umonakalo eKZN
Liyah Mseleku KUBIKWA imvula enkulu nengase idale umonakalo ezifundazweni sakwaZulu-Natal. Abakwa-South African Whether services bakhiphe isixwayiso sika Yellow Level 2…
Read More » -
Kushone 12 kwalimala 45 engozini yebhasi
SIFINYELELE kwabangu-12 isibalo sabantu abashonele emgaqweni-R21 eduze ne-Kempton Park ngoLwesibili ekuseni kwathi abangu-45 balimala. Labantu bebegibele ibhasi bevela emsebenzini bebheke…
Read More » -
Lizinikele iphoyisa lesifazane elisolwa ngokubulala umyeni nentombi
SIHLEHLELE uLwesithathu mhla ka-12 Mashi isicelo sokulalelwa kwebheyili kaSergeant Nyiko Nyathi (42) obhekene nezinsolo zokubulala umyeni wakhe nomunye wesifazane. Leli…
Read More » -
Usengaphandle obeboshelwe ukubulala umyeni
UNIKWE ibheyili kaR10 000 uSibongile Dlamini (43) yinkantolo yaseSprings ngecala lokuqasha izinkabi ezabulala umyeni wakhe obeyiphoyisa lomgwawo eGoli kwi-EMPD. IMantshi…
Read More » -
Odilikajele kobedlwengula amawele awazalayo
ZILAHLWE olwandle izikhiye kugwetshwa indoda eneminyaka engu-54 ubudala, odilikajele ababili yiNkantolo yesiFunda yaseMount Fletcher, Eastern Cape. Le ndoda ibisolwa ngokudlwengula…
Read More »