Izindaba
-
Sebezoyizwa ngendaba eyeloadshedding eMzansi
U-Eskom usumise isigaba sesithathu sokucishwa kukagesi ngemuva kokuthola amandla okukhiqiza angu-3,000MW. Le nkampani yamandla ithi ukucishwa kukagesi “sikushiya emuva kwethu”…
Read More » -
Kugqame uNdlunkulu obesenyamalele kowoMthayi
Liyah Mseleku UBE yimpumelelo umkhosi woMthayi ogujwa minyaka yonke esigodlweni saseMachobeni, eNgwavuma. Kulo mkhosi oba khona kanye ngonyaka, amakhosikazi, asuke…
Read More » -
Umyalelo wokuvalwa kwekhishi ejele laseWestville
UMNYANGO wezokuHlunyeleliswa kweziMilo ePhalamende unqume ukuthi amakhishi ejele laseWestville, eThekwini avalwe ukuze alungiswe njengoba engekho esimweni. “Akuwona wonke amakhishi ejele…
Read More » -
Uvalo izigebengu zingenela abantu ezindlini zibabulala eNdwedwe
USHAYWE waze wafa owesilisa (43) egetshengwa ekhaya kwaNtapuka, eNdwedwe. Omakhelwane endaweni bafonele inkampani yonogada iReaction Unit South Africa (RUSA) ekuseni…
Read More » -
Ubuyise ithemba uNgqongqoshe kwabaphila ngama-ARV’s
UBUYISE ithemba wehlisa namaphaphu uNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Aaron Motsoaledi mayelana nemishanguzo yokuthithibalisa ingculazi i-ARV. Uthe iNingizimu Africa iyazithengela ama-ARV ngakho…
Read More » -
Imbizo kusinda Inkosi idutshulwa
KUBIZWE imbizo ephuthumayo esizweni sakwaXulu eMgobhozi, KwaMunyathi, eVryheid kulandela ukusinda ngokulambisa kweNkosi yesizwe uMzwandile Xulu. Inkosi iphume ngembobo yenaliti ihlaselwa…
Read More » -
Uvuke ngomsebenzi wokudayisa owodumo kwiPirates
UVUKE ngomsebenzi wokudayisa izimoto lowo owayeyisihlabani se-Orlando Pirates. USteve “Chippa” Lekoelea uqahswe inkampanini iRoar. ULekoelea, wagcina ukudlala ibhola ngo-2011, uveze…
Read More » -
Igidigidi eyokucelelwa u’lift’ kwaNdlunkulu odutshwe iSilo
INGUNDABAMLONYENI namanje eyeSilo okuthiwa sishiye dengwane uNdlunkulu uNomzamo kaMyeni wasesigodlweni eMachobeni engenamoto yokumubuyisela ekhaya. Kuthiwa kwenzeke ngesikhathi kunenkulumo yesiFundazwe kaNdunankulu…
Read More » -
Libagojele ababulala (9) eHostela laseGlebelands
BALAHLWE ngelakubo abesilisa abahlanu abagojelwe yicala lokubulala amadoda ayisishagalolunye eHostela, laseGlebelands, eThekwini. Inkantolo enkulu yaseThekwini ebiqula leli cala. Abalahlwe yicala…
Read More » -
Ukhala ngesibhaxu umfelokazi wephoyisa oboshiwe
LIHLEHLELE umhla ka-4 Mashi icala lokubulala elibhekene noSibongile Dlamini (42) osolwa ngokuthengela izinkabi umyeni wakhe uConstable Banele Skosana obeyiphoyisa le-EMPD,…
Read More »