Ezemidlalo
-
Ezemidlalo
IDiscovery Vitality ifaka isandla kubagijimi
Nash Ngcobo UMZABALAZO wokuthuthukiswa kwezemidlalo emazingeni aphansi, ufakazelwe yiDiscovery Vitality ngokunikela ngezicathulo zokugijima kwiKwaZulu-Natal Athletics. Lezi zicathulo zinikelelwe amaqembu ezingane…
Read More » -
Ezemidlalo
Bayinqumele ogongolweni iSundowns isekhaya
Kuyibhedele iMamelodi Sundowns ehlonishwayo ezwenikazi i-Africa ishaywa ekhaya ePitoli. I-USM Alger, eyayinqobe iCAF Confederation Cup ngesizini edlule, iqale umdlalo ngesivinini…
Read More » -
Ezemidlalo
IChiefs imthole bhusende ebimzingela iminyaka
U-Elias Mokwana usengumdlali omusha waMakhosi, ngemuva kweminyaka emibili leli qembu lizama ukumthola. IKaizer Chiefs isimemezele ngokusemthethweni ukusayiniswa kukaMokwana, ongumdlali weBafana…
Read More » -
Ezemidlalo
IKaizer Chiefs inikeze iTS Galaxy isifundo koweCarling
U-Wandile Duba ukhombisile ukuthi yize esemncane ngokweminyaka kodwa akazithathi kancane izinto ngesikhathi ephendulela i-Kaizer Chiefs kwiTS Galaxy. Lokhu akagcinanga ngokukwenza…
Read More » -
Ezemidlalo
ISundowns ibhubhudle iPirates kowamanqamu eMabhida
IMamelodi Sundowns inqobe i-Orlando Pirates ngo-2-0 emdlalweni wamanqamu we-MTN8 eMoses Mabhida Stadium eThekwini. UTeboho Mokoena uvule igoli ngomzuzu ka-12, ngesikhathi…
Read More » -
Ezemidlalo
IBafana icoboshise i-Egypt ekhaya
UPuso Dithejane ushaye igoli elenze i-Bafana Bafana yanqoba i-Egypt ngo-1-0 emdlalweni wobungani obuseCairo International Stadium ngeSonto ebusuku. UPitso Mosimane wenze…
Read More »