Izindaba
-
Bashaye bachitha nesamba semali kubanjwa imoto e-Avoca
Aphe Gcwabe Kuvalwe umgwaqo onguthelawayeka uN2 ngase-Avoca, eThekwini, izigelekeqe sezishiye kumahlaphahlapha ziqeda ukubamba inkunzi imoto ethwala imali. Lesi sigameko senzeke…
Read More » -
Utokile owokufika ‘odlwengule’ intombazane (11)
Owesilisa wase-Uganda osolwa ngokudlwengula intombazane eneminyaka engu-11 ubudala aze ayikhulelile uzogqunywa ezitokisini Lokhu kuza ngemuva kokuhlehliswa kokulalelwa kwesicelo sakhe sebheyili.…
Read More » -
Ukhonjwa eGoli owadubula usomatekisi eMsinga
Ukhonjwa eGoli lapho kuthiwa ucashe khona osolwa ngokuzama ukubulala usihlalo wamatekisi aseMsinga. Umsolwa uRichard Zwakushiwo Dlamini kuhiwa waqala ngoJanuary 2018…
Read More » -
Sekusemome ukuvalwa ukuphawula ngamagama ashintshwayo eKZN
Philasande Luthuli Sekubalwa izinsuku ukuthi umphakathi uphawule ngomthetho ohlongoziwe wokuvala izigece (loopholes) emthethweni wokuqanjwa kabusha kwezindawo wango-1998. Usuku lonqamlajuqu umhla…
Read More » -
Kuphele amahlathi koweqa eboshelwe izinsolo zokudlwengula abafundi
Philasande Luthuli Uxhakathiswe yiqulu lamaphoyisa ayizidlakela esenyangeni eDalton, eThekwini, umsolwa obezingelwa njengenyamazane. Uvele kafushane ngawo uLwesine enkantolo yeMantshi yasePinetown ohlonzwe…
Read More » -
Igidigidi ezikaRamaphosa zikhothama kuTrump ‘ngokubulawa’ kwamaBhunu
Bahle Mkhize Usomabhizinisi uJohann Peter Rupert utshela uMongameli waseMelika uDonald Trump ukuthi zingamampunge izindaba zokuthi kubulawa abalimi abamhlophe eNingizimu Africa.…
Read More » -
UMasipala weTheku uvuke wakhuculula irenki exathukayo
Philasande Luthuli Abasebenzi bezinhlaka ezahlukene kuMasipala weTheku bavuke bagcwala umgwaqo nemishanelo noplastiki abamnyama. Bebesebenza ngokubambisana ukukhuculula irenki yamabhasi ekuWarwick Avenue…
Read More » -
Umklomelo kaR150 000 konomkhondo wababulali boqweqwe lommeli
Aphe Gcwabe Amaphoyisa askhiphe isamba semali engango-R150 000 kunoma ngubani ongeza nolwazi olungaholela ekushushisweni kuboshwe umbulali woqweqwe lommeli. UZanele Precious…
Read More » -
Kudutshulwe kwabulawa omataniswa namatekisi eWaterloo
Bahle Mkhize Kudutshulwe kwabulawa owesilisa omataniswa nemboni yamatekisi. Ngesikhathi edutshulwa ubehamba ngemoto yohlobo lweVW Polo emhlophe. Lesi sigameko esishiye abaningi…
Read More » -
Ushiye usana (3) lodwa lwashona eyozijabulisa nesoka
Liyah Mseleku Ushiye usana oluneminyaka emithathu ubudala lodwa wayovakashela isoka ubusuku bonke owesifazane (32) wasesifundazweni e-Eastern Cape. Kuthiwa lo wesifazane…
Read More »