Izindaba
-
Ixoxwa ngekhwela eyecala lokubulawa kwaSenzo Meyiwa
Kuthusile ukuzwa umphenyi wombuso ecaleni lokubulawa kwaSenzo Meyiwa ukuthi abakwazi ukuthola ulwazi lwemoto eyabopha uMuzi Sibiya ngoMay-2020. Lokhu kuza emuva…
Read More » -
Unyelwe inyoni esandleni obengumsolwa kwelokufa kwa-Olorato Mongalo
Abantu baseNingizimu Afrika bahlangane baba yimbumba ukuze kuqongelelwe imali yokuxhasa uFezile Ngubane (40). UNgubane ubengumsolwa obefunwa amaphoyisa ngecala lokufa kwa-Olorato…
Read More » -
Uvalo kumphakathi waseLovu kulethwa amaphara esedolobheni
Liyah Mseleku Ushayisana ngamakhanda umphakathi waseLower Illovo (eMandiyeni) kuward 109 no-97 mayelana nesakhiwo okuthiwa sizokhoselisa abantu ‘abangenabani’. Okwenza kube nokudideka…
Read More » -
Udutshulwe eToti umsolwa ecaleni lokubulawa kwa-Olorato Mongale
Aphe Gcwabe Udutshulwe wabulawa amaphoyisa ecashe eflethini, eManzimtoti, omunye wabasolwa ekubulaleni u-Olorato Mongale. Kuthiwa uvulele ngenhlamvu kuqala ngesikhathi amaphoyisa ezama…
Read More » -
Bangaphezu kwa-300 ezibakhalele benganawo amaphepha efemini
Amaphoyisa afike kwamnyama phansi eqa nothango enkampani ethungisa izingubo zokugqoka edolobheni eStanger, KwaZulu-Natal. Kuboshwe abantu bokufika abangenawo amaphepha okuba kuleli…
Read More » -
Kuhlaselwe kwabulawa izelamani zilele eNdwedwe
Liyah Mseleku Kuhlaselwe kwabulawa izelamani zilele eNtaphuka, eNdwedwe, KwaZulu-Natal ngoLwesine ntathakusa. Kukholakala ukuthi abasolwa abathathu bakhahlele isicabha bafica lezi zelamani…
Read More » -
Bafunwa njengemali abasolwa asebehlonziwe ekubulaweni kwa-Olorato
Philasande Luthuli Sebeyalelwe ukuthi bazinikele emaphoyiseni abasolwa uFezile Ngubane noPhilangenkosi Sibongikuhle Makhanya abazingelwa okwezinyamazane. Laba solwa sebehlonzwe njengabantu abathinteka “ngqo”…
Read More » -
Luphinda eNkantolo olwaRamaphosa ngesitifiketi esakhishelwa iSilo
Kulabo abanetwetwe lokuketuka kwesihlalo esihleli iSilo uMisuzulu njengoba namhlanje kungena icala, uMntwana uThulani Zulu uthi phansi amaphaphu. NgoLwesine iNkantolo yokweDluliswa…
Read More » -
Isizwe sakwaCele emanzini kudutshulwa inkosi
Bahle Mkhize Isiwe sakwaCele kuMasipala iRay Nkonyeni eZinqoleni sigubezelwe yifu elimnyama kulandela ukudutshulwa kwenkosi yesizwe uSimphiwe Cele. Kulokhu kuhlaselwa kwenkosi…
Read More » -
Zime emthumini kowase Brazil ebanjwa e-OR Tambo Airport nezidakamizwa
Bahle Mkhize Zime emthumini kumlisa oneminyaka engu-39 ubudala ovela eBrazil, ebanjwa e-OR Tambo International Airport eshushumbisa izidakamizwa. Ubanjwe ngoLwesihlanu ekuseni…
Read More »