Izindaba
-
Ingonyuluka kwinkabi eyabulala ikhansela le-ANC
Icele uxolo inkabi ezivumele ngowayo icala lokubulala lowo owayengunobhala we-African National Congress Youth League (ANCYL) uSindiso Magaqa. UMagaqa ubulewe eminyakeni…
Read More » -
Unkosikazi weJaji uliyalele ukuthi alizehlise esizweni
Aphe Gcwabe IJaji eliqula icala lokubulawa kwaSenzo Meyiwa uRatha Mokgoatlheng uzehlisile esizweni wacela uxolo ngamagama acwasayo. “Kunento okumele sidlule kuyona…
Read More » -
Owodumo kwiPirates uzodlelwa umuzi obiza ngaphezu kwesigidi
Umgadli ozakhele igama kwi-Orlando Pirates kodwa okumanje ukwiMarumo Gallants, uGabadinho Mhango, uzodlelwa umuzi wakhe oseGoli. Lokhu kungenxa yokuhluleka ukuwukhokhela, kumanje…
Read More » -
Ummeli ecaleni likaSenzo Meyiwa kwiComrades
Liyah Mseleku Ummeli oqavile ecaleni lokubulawa kwaSenzo Meyiwa u-Advocate Charles Mnisi ugcine ewugijimile wawuqeda umqhudelwano i-2025 Comrades Marathon. Ushaye isikhathi…
Read More » -
Umsindo eSwatini uNyazi luvakashele iNkosi
Bahle Mkhize Sekususe umsindo ukuvakashela komholi webandla lakwaShembe Unyazi lweZulu ezweni laseSwazini kulandela ukubulawa kwezingane. Abantu bakuleliya lizwe bahlukene phakathi…
Read More » -
Ubulewe umsolwa ongqokloze ngenhlamvu iphoyisa liya emsebenzini
Udutshulwe washona ngamaphoyisa ase-Eastern Cape owesilisa obesolwa ngokungqokloza ngenhlamvu abulale iphoyisa liya emsebenzini. Lesi sigameko esishaqisayo nesilethe ukudideka kwabaningi senzeke…
Read More » -
Kufunwa abadlwengule intombazane (16) kwiVW Polo
Inhlangano yamatekisi kuleli iSouth African National Taxi Council (Santaco) isihlabe yasihliliza isenzo sobugebengu kudlwengulwa intombazane eneminyaka engu-16 ubudala. ISantaco ibhodla…
Read More » -
UNgqongqoshe uMchunu ukhokhiswa u-R580 000 wamademeshe
Uzokhokhelwa uR580 000 wamademeshe owesifazane owaboshwa ngephutha esikhumulweni sezindiza iKing Shaka International Airport. UCynthia Khedama waboshwa ngomhla ka-3 December 2011…
Read More » -
Liziqhathe noMkhwanazi iphoyisa ebelishayela imoto engenascabha
Liyah Mseleku UKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal uLt-General Nhlanhla Mkhwanazi useyalele ukuthi liqondiswe ubugwegwe iphoyisa ebelishayela imoto yombutho engenasicabha. Ivideo eqoshiwe yale…
Read More » -
Zimb’indaba ‘kumasela’ ecopper abanjwe ePinetown
Aphe Gcwabe Zimb’indaba kumasela abanjwe oqotsheni ethutha izintambo zecopper abazitshotshela uhulumeni wakuleli. Laba basolwa abathathu babanjwe ngoMsombuluko, ePinetown bethutha inyanda…
Read More »