Izindaba
-
Itholwe isidayiswe uR200 esitolo sePakistan iselula ebiza izinkulungwane zamaradi
Liyah Mseleku UCHAME wawuphuza owesilisa odabuka ePakistan othenge ifoni ebiza uR8000 kubafana ababambe inkunzi bazomdayisela ngoR200. Lesi sigameko senzeke ngoLwesibili…
Read More » -
Kuzosinda kakhulu kwabezimoto kunyuka uphethroli
Abashayeli bezimoto base-Ningizimu Afrika kuzodingeka bangene bajule emaphaketheni abo njengoba kukhuphuka intengo kaphethiloli nodizili. UMnyango wezeziMbiwa naMandla (i-DMRE) umemezele ukuthi…
Read More » -
ICebolethu ezinsolweni zokusukumela phezulu imingcwabo yosaziwayo kuphela
Bahle Mkhize IZALELWE inja endlini inkampani yabangcwabi iCebolethu Funeral Services edume ngokuhlelela osaziwayo imingcwabo esezingeni eliphezulu. Kulokhu, isolwa ngokuzihudula uma…
Read More » -
Isililo kudlula emhlabeni uDingaan Thobela
Aphe Gcwabe Akasekho emhlabeni lowo owazakhela igama ngokushaya isibhakela esinenkosi phakathi uDingaan “The Rose of Soweto” Thobela. Lo makadebona esibhakeleni…
Read More » -
Ingebhe ibhuloho lase Lovu linqamuka izinsimbi
Phila Luthuli LISENGCUPHENI lokubhodloka noma inini ibhuloho elixhumanisa umphakathi waseLovu Sqhingini, Nkwali, Mashiwase nezinye izindawo. Kusolwa amaloli anesisindo esikhulu anqamula…
Read More » -
UMabizela enkingeni yezidakamizwa ezibulala izwe
OWAYENGUMDLALI we-Orlando Pirates neBafana, uMbulelo “OJ” Mabizela, kuvela ukuthi usengene esilingweni esikhulu sokubhema iwunga. Lo mdlali, oke wayibamba kwiTottenham Hotspur…
Read More » -
IMK Party igawula iyaphindelela kubuholi bayo
Bahle Mkhize KUDUMA amakhanda kwabaningi ngomdlalo wepolitiki njengoba iMK Party ixoshe uMnuz Jabulani Khumalo okunguyena owabhalisa leli qembu. UKhumalo ulandela…
Read More » -
Inyelwe inyoni esandleni iNyosi yeSilo samaZulu
Liyah Mseleku UMASPALA weseZuland usukuzwile ukubhonga kweNgonyama yamaZulu uMisizulu kaZwelithini kulandela ukuxoshwa kweNyosi yaso uMnuz Buzetsheni Mdletshe. Sekuputshuke incwadi ivela…
Read More » -
Kusinde Incwadi Yezono kugqekeza amasela e-Afrotainment
Bahle Mkhize UDJ Tira ucela noma ngubani ongaba nolwazi eze ngaphambili. Lokhu kulandela ukugqekezwa kwantshontshwa yonke into estudio sakhe i-Afrotaiement,…
Read More » -
Uphume ngebheyili ka-R5000 obegijima kwiSundowns
Udedelwe ngebheyili ka-R5 000 owayengumdlali weMamelodi Sundowns, uPhakamani Mahlambi, oboshelwe icala lodlame lwasekhaya ngoLwesibili. UMahlambi nentombi yakhe kuthiwa baxabana bebanga…
Read More »