Izindaba
-
Zihlabana amalunda eqenjini leMK Party
Aphe Gcwabe KUXABENE ubendle eqenjini iMKP uMnuz Jabulani Khumalo uthi leli qembu ngelakhe uMnuz Jacob Zuma akahlangene. UKhumalo uthi ufuna…
Read More » -
Sizishaye zonke iSilo sicela isihlobo esihle
Aphe Gcwabe KUYE ngamagama enkehli iSilo uMusizulu kaZwelithini ethumela abakhongi ngeSonto ukuyocela isihlobo esihle. Kubikwa ukuthi iSilo sishaye izinkoko ezibalelwa…
Read More » -
Umunyu kushona umlingisi engozini enyantisayo
Bahle Mkhize ANGENA engenile amazwi enduduzo ezinkundleni zokuxhumana kulandela ukushona kwa Mpho Sebeng (30). Kubikwa ukuthi ushone engozini yemoto eyenzeke…
Read More » -
Zilahlwe olwandle izikhiye kugwetshwa umdlwenguli oneHIV
Phila Luthuli UGWETSHWE odilikajele abayisishagalolunye neminyaka engu-158 ngaphezulu uXolani Gcelu ngamacala okudlwengula kusukela 2016 kuya ku-2019 e-Eastern Cape. UGcelu ugwetshwe…
Read More » -
Inkosi nesikole sokuphatha amakhosikazi
Aphe Gcwabe INKOSI yesizwe sakwaMhlongo esigodini saseNdulinde, eMandeni, uSbusiso Mhlongo inxusa abantu ukuthi bafunde ukuhlalisana kahle nabantu abathandana nabo. UMhlongo…
Read More » -
KUSE ngokunye koshiye abantwana bodwa wayophuza ethaveni
Aphe Gcwabe KUSE ngokunye kowesifazane oshiye izingane zakhe ezimbili waya kophuza ethaveni wabuya sezintshontshiwe. Amaphoyisa asesiteshini sase Venyersdorp, eNorthwest, athungatha…
Read More » -
Uvalo izingane ziguliswa amakhekhe ka’My Friend’
Phila Luthuli SEKUPHUME isexyayiso ukuthi abafundi baqaphele amaPakistan adayisa amakhekhe anoshevu ezikoleni. Esigamekweni sakamuva kubonakale abafundi bezibhonqa phansi bebambe izisu…
Read More » -
Libuyela namhlanje enkantolo elabasolwa ekubulaleni umdlali weKaizer Chiefs
Liyah Mseleku KULINDELEKE ukuthi bafake isicelo sebheyili abasolwa ekubulaleni umdlali weKaizer Chiefs uLuke Fleurs (24) namhlanje. Lo mdlali wadutshulwa wabulawa…
Read More » -
Kubhekwe ngabovu ubufakazi bamaselula kwelikaMeyiwa namuhla
Bahle Mkhize KULINDELEKE ufakazi wombuso uGideon Gouws ukuthi azophekwa ngemibuzo mayelana nendaba yamaselula eyesetshenziswa abasolwa ngosuku okwabulawa ngalo uSenzo Meyiwa.…
Read More » -
Amathaveni maningi adlula izikole nemitholampilo eNanda
Aphe Gcwabe AMATHAVENI angekho emthethweni asemaningi adlula izikole, imitholampilo, namasonto eNanda enyakatho yeTheku. Lawa ngamazwi kaNgqongqoshe wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele.…
Read More »