Izindaba
-
Intaka ibekelwe amazolo kwi-Africa’s Travel Indaba eThekwini
Sihle Mkhize SEKUMI ngomumo ngomcimbini I-Africa’s Travel Indaba eNkosi Albert Luthuli Convention Centre, eThekwini, kusukela ngomhla ka-13 kuya kuMeyi 16…
Read More » -
Umdlali weMamelodi Sundowns ulale ebaliwe esitokisini
ULALE ebaliwe umdlali weMamelodi Sundowns oboshwe kulandela ukuvulelwa icala lokushaya yintombi yakhe. Lo mdlali, esingeke silidalulwe igama lakhe kuze kube…
Read More » -
Ingqayizivele yethuba kubabhali bezincwadi kwiDurban Film Office
Sane Mseleku IDurban Film Office izogadla ngosaziwayo abazobe bechaba indlela ohlelweni olusha, futhi oluhlukile lokushintsha izincwadi zenziwe amafilimu njenge ngxenye…
Read More » -
Ingonyama yamaZulu ibhonga ngokuxoshwa kweNyosi yayo
Aphe Gcwabe INGONYANA yamaZulu uMisuzulu kaZwelithini isibhongile kulandela ukuxoshwa kweNyosi yaso uMnuz uBuzetsheni kaSombila Mdletshe. ISilo sithembise ukuthi sizoyalela…
Read More » -
Umlingisi ubizwe ngeKaf#$&@ uzakwabo kushuthwa
Sane Mseleku UMLINGISI onamava uBrenda Ngxoli usola uzakwabo uDavid James ngokumcwasa ngokwebala ngesikhathi kuqoshwa ifilimu “Sew the Winter to My…
Read More » -
Uzidalele amazinyo abushelelezi uThenjiwe ehlekisa ngamaZulu
Bahle Mkhize Uzakhele isigcwagcwa usomahlaya wakuleli uThenjiwe Moseley (46) ehlekisa ngamadoda eseNingizimu Africa ikakhulukazi AmaZulu. UThenjiwe ubenza amahlaya eNigeria emcimbini…
Read More » -
I-ANC ilidlulisela phambili icala lelogo negama leMK
Aphe Mkhize UNOBHALA jikelele we-ANC uMnuz Fikile Mbalula, uthi bazosiphonsela inselelo isinqumo seJaji. Usho kanje kulandela ukunqoba kweMK Party eNkantolo…
Read More » -
U-Advocate Mngomezulu ukhomba uLongwe Thwala ekufeni kwaMeyiwa
Liyah Singela UTHUSE abaningi u-Advocate Thulani Mngomezulu eveza ukuthi uLongwe Twala owayeyisoka likadadewabo kaKelly Khumalo uye owadubula uSenzo Meyiwa. Uthi…
Read More » -
Owaduma ngoVan Damme ezinsolweni zokugqema intombi ngensimbi
Liyah Singela UPHUMA namhlanje esibhedlela uNosipho Mhlongo (35) ongene elimele kanzima kulandela izinsolo zokugqenywa umculi kaMaskandi uMroza Fakude asemjolweni naye.…
Read More » -
Umlingisi obesephila ngoR350 nenselelo entsha
UNYELWE inyoni esandleni umlingisi uCarlo Radebe, obesephenduke umntshingo ubethwa ubani engenandawo yokuhlala ephila ngoR350 wesibonenelo sikahulumeni. Lo mlingisi uzakhele ugazi…
Read More »