Izindaba
-
Ubanjwe ebhace e-Eastern Cape oklinye umkakhe nezinkabi
Bahle Mkhize Ishelwe amanzi inhlanzi kubasolwa abathathu okuhlanganisa nomyeni ababalekele bayobhaca eCoffe Bay, Eastern Cape. Ababili kulaba solwa kuthiwa baklinye…
Read More » -
Umethuli wohlelo iSizok’thola uthole ibheyili
Sane Mseleku UPHUME ngebheyili kaR5000 umethuli wohlelo Sizok’thola uMnuz Xolani Maphanga nomqaphi wakhe uMnuz Bongani Mkhabela umuntu ngamunye ngecala lokushaya…
Read More » -
“U-AKA ngangifisa ukumbona engena ebhokisini”
“UKIERNAN ngamamukela njengendodana yami, ngake ngaya ngisho komunye umcimbi lapho ayedlala khona ne-Orchestra” Lawa ngamanye amagama akhishwe usomabhizinisi waseThekwini, uMnuz…
Read More » -
Uphaphame ezimobeni owesifazane waseToti ejuqwa izinkabi
Aphe Mkhize UPHAPHAME ezimobeni zaseFafa eningizimu yekwaZulu-Natal owesifazane (34) osinde ejuqwa izinkabi ezimbili. Echaza enkampanini yonogada iReaction Unit South…
Read More » -
Okusha ngomlingisi uCarlo Radebe obephila ngokukhangeza
Liyah Singela OBEKUDLIWE isikhonyane kuzobuya sekuphindwe kwashumi kumlingisi uCarlo Radebe nobesephila ngokukhangeza. Lokhu kuza emuva kokuthi ubesephila ngo-R350. Lezi zindaba…
Read More » -
Uhlelo oluhehayo kwaNetflix ngoHarry noMeghan
INetflix iqinisekisile ukuthi inkosana yamaNgisi uHarry nonkosikazi wayo uMeghan bazodedela olunye ulozolo lwezinhlelo ezimbili ezizobe zikhukuma ngempilo yabo. Lezi zinhlelo…
Read More » -
Ingwijikhwebu ecaleni le-IEC noMnuz Jacob Zuma
Sane Mseleku ISIKHUNGO sokuvota eNingizimu Africa, i-Independent Electoral Commissioni (IEC), isidlulise isinqumo esikhishwe iNkantolo yezoKhetho esivuna uMnuz Jacob Zuma ukuba…
Read More » -
ULilian Dube (78) utuse imisebenzi yabaqwayizi emsakazweni
Liyah Singela USAZIWAYO wakuleli othula izinhlelo aphinde alingise uLilian Dube (78) uthi abadayisi bomzimba abangahlulelwa kodwa abanikwe imali. ULilian ozikhulumelayo…
Read More » -
Udadewabo womdlali weKaizer Chiefs ugeqa amagula
ULuke Fleurs, obeneminyaka engu-24, wabulawa ngesonto eledlule ngesikhathi edunwa imoto egalaji likaphethiloli lakwaShell eConstantia Service Centre eRoodepoort, eGoli. Manje udadewabo,…
Read More » -
Kudalulwe isifo esinqobe isihlabani saseMelika u-OJ Simpson
OWAYENGUMLINGISI nomdlali webhola eMelika, u-O.J. Simpson (76) usedlulile emhlabeni emuva kokuxinwa isifo somdlavuza. USimpson waba sematheni ngonyaka ka-1994 esolwa ngokugwaza…
Read More »