Izindaba
-
UNdunankulu kaZulu unqunyelwe ukukhetha umsebenzi owodwa
Philasande Luthuli UMENGAMELI wamaBhinca uNgizwe Mchunu unqumele ugwayi katiki uNdunankulu kaZulu uMfundisi Thulasizwe Buthelezi ukuba akhethe umsebenzi owodwa. Usho kanje…
Read More » -
Kudabuke noRamaphosa kushona umfundisi
Sane Mseleku UMongameli Cyril Ramaphosa uzwakalise ukudumala okukhulu kulandela ukudlula emhlabeni kuka Mfundisi Ray McCauley. UMcCauley waqala ibandla iRhema Bible…
Read More » -
Amaphoyisa aseKZN abulale (2) wabasolwa kwisibhicongo saseHighflat
Liyah Mseleku AMAPHOYISA akwaZulu-Natal adubule abulawa abasolwa ababili abamatiniswa nesibhicongo saseHlokozi, eHighflat, lapho kwabulawa khona abantu abangu-7. Laba basolwa bebehamba…
Read More » -
UPrince Mabheka uzombula itshe lokuthula noxolo eMkomaas
UMSUNGULI nomengameli weSivananda World Peace Foundation, uPrince Ishwar Ramlutcham odume ngilika Mabheka Zulu bebambisene no-Umkomaas Hindu Society, bazombula isithombe esiqoshwe…
Read More » -
Kwehliswe umama wezinyane leSilo sakwaZulu kwesobukhosi
UMAMA wezinyane leSilo uMisizulu kaZwelithini, noyiNdlovukazi yamaMpondo, wehliswe esihlalweni sobukhosi iNkantolo yoMthethosisekelo. UMntwana uWezizwe Sigcau banendodana neSilo uMisuzulu kaZwelithini okunguMntwana…
Read More » -
Batholwe esikoleni abayisithupha ababulewe
Liyah Mseleku KUDUTSHULWE kwabulawa abantu abayisithupha kwaQumbu, e-Eastern Cape. Labantu ababulewe kuthiwa bebeyinhlangano elwa nobugebengu emphakathini. Izidumbu zitholakale emagcekeni esikole…
Read More » -
Ubulawe e-Adams Mission odune iFortuner eWestville
Bahle Mkhize AMAPHOYISA akwaZulu-Natal, eThekwini, adubule abulala umsolwa eNingizimu yeTheku e-Adams Mission ngoLwesihlanu kusihlwa. Ithimba lamaphoyisa nonogada belilandela umkhondo wemoto…
Read More » -
Kuboshwe iphoyisa ecaleni lokufa kwentombazane (11)
Aphelele Gcwabe KUBOSHWE iphoyisa laseCato Manor libhekene necala lokuntshontsha nokukhwabanisa. Leli phoyisa elinguConstable (27) nelingeke lidalulwe igama kuthiwa kwakubizwe lona…
Read More » -
Uzofukula osomabhizinisi umcimbi iThe Next Billionaire
Motshwari Mofokeng Wethulwe ngeqophelo eliphezulu umcimbi waminyaka yonke weNext Billionaire Ray Nkonyeni Municipality Mayoral Business Awards 2024. Umcimbi ububanjelwe ku-Ugu…
Read More » -
Ungcwatshwa ngoMgqibelo umfundi odutshulwe yisoka
Philasande Luthuli UNGCWATSHWA ngoMgqibelo umfundi waseHlangabezwa High School, uLondeka Mahlaba (17), odutshulwe wabulawa isoka maqede nalo lazibula. Isoka esingeke silidalule…
Read More »