Izindaba
-
Isihluku kubulawa uthishomkhulu emagcekeni
BATHUKA izanya abafundi base eKuthuleni Primary School ababone kudutshulwa kubulawa uthishomkhulu phambi kwabo. Lesi sehlakalo esishiye abaningi bethuthumela wuvalo senzeke…
Read More » -
Isidumbu itekisi iphaphalaza enkabeni yeTheku
Liyah Mseleku KUSHONE owesilisa obalelwa eminyakeni eko-20 ubudala kwaphinda kwalimala kanzima omunye emva kokuthi kushayisane itekisi nemoto encane ekhoneni lika-Smith…
Read More » -
ISilo noMaMyeni entabeni yaseSandlwana
ISILO uMisuzulu kaZwelithini siqede ukuqagela sifika noNdlunkulu uNomzamo “Masesi” Myeni entabeni iSandlwana. Bekumele kube nomkhehlo nomshado wabo kule mpelasonto, kodwa…
Read More » -
Indodana yomlingisi wodumo kwiGenerations emacaleni okudlwengula
UTHOLE ibheyili kaR1000 uDonell Mbele oyindodana kaSonia Mbele. Leli bhungu belivele enkantolo yeMantshi eRandburg ngecala lokudlwengula intombi yakhe. UDonell bhekene…
Read More » -
Amacala abucayi abhekene noGogo Maweni ogqunyiwe
Phila Luthuli SIMUMCU isimo kuMakhotso Mofokeng odume ngelikaGogo Maweni ogqunywe esitokisini kuze kube yisonto elizayo ngoMsombuluko. Lesi sangoma besivele kancane…
Read More » -
Inkantolo ivume umshado weSilo obuvinjiwe
INKANTOLO ePhakeme yaseMgungundlovu isichithile isicelo sikaNdlunkulu uNtokozo kaMayisela Zulu sokumisa izinhlelo zomshado weSilo nokuthi kushintshwe umshado wabo usuke kowesilungu ube…
Read More » -
Kuyaqhubeka enkantolo ukumisa umshado weSilo
KUYAQHUBEKA enkantolo eNkulu eMgungundlovu namuhla ukulalelwa kwesicelo sikaNdlunkulu weSilo okaMayisela sokuphikisana nokuthi iSilo sigcagcelwe uMaMyeni. Kwenzeka lokhu nje iNdlulamithi isanda…
Read More » -
Amadoda amadala akhulelise abafundi baseprimary
ODADE ababili abasebancane base-Moshawane Village, e-North West, baphucwe ithuba lokufunda baphazamiseka ngemuva kokuba amadoda amadala ebakhulelisile. Usisi omdala wayeka ka-Grade…
Read More » -
Kugencwe kwabulawa abahlanu eNanda
Aphelele Gcwabe KUGENCWE kwabulawa abantu besilisa abahlanu elokishini laseNanda entshonalanga yeTheku ngoLwesihlanu ekuseni. Lokhu kuvezwe isitatimende esithunyelwe inkampani yonogada Reaction…
Read More » -
Isilo sigubhe umkhosi Woselwa okokuqala
Bahle Mkhize KUBE yimpumelelo ukugujwa koMkhosi Woselwa obugujwa okokuqala ngqa iSilo uMisuzulu esihlalweni. Lo mkhosi ubugujwa esigodlweni esisha esiseMashobeni. Isilo…
Read More »