Izindaba
-
Ingebhe kuMax Makhanya osebona ubungozi kuZulu
Sihle Mkhize UZEHLISILE waxolisa esizweni nakwiSilo uMisuzulu kaZwelithini uMax Makhanya. UMakhanya ubenekela izwe ezinkundleni zokuxhumana ngamahlazo aseNdlunkulu. UMakhanya uxolisa nje…
Read More » -
Ushiye edlala izingoma ezipholile obezibulala
Liyah Mseleku KUSHIYE abantu bemangele ezinkundleni zokuxhumana ukuvela kwesigameko lapho owesifazane obezama ukuzibulala. Okumangazayo wukushiya umsindo womsakazo uqhuma phezulu edlala…
Read More » -
Ibutho lakwaZulu licinga uMax Makhanya la engakhona
UMDIDIYELI wamabutho empi yeSilo saKwaZulu, uMisuzulu kaZwelithini, induna uSipho Mhlongo uthi sephume umkhankaso wokucinga uMax Makhaya. UMakhanya unokuhlambalaza iSilo nesihlalo…
Read More » -
Lihlehlele u-April kosolwa ngokuthengela inkabi ingane ayizalayo
LIHLEHLELE umhla ka-7 April kulo nyaka eNkantolo kaMantshi eMnambithi, icala elibhekene noNontobeko Portia “Sindi” Ngema. UNgema usolwa ngokuthengela ingane eyavundla…
Read More » -
Kushiswe umuzi ‘womfundisi’ osolwa ngokubulala agqibe izihlobo
LISHONE elangoMsombuluko sesimbiwe isidumbu sokuqala okukholakala ukuthi esesihlobo somfundisi waseMolweni owasigqiba emathuneni aseLangafontein. Kuthiwa umsolwa ubeqhubeka nokuhola imali kamufi yesibonelelo…
Read More » -
Ikhathazekile i-IPID ngokuqothwa kwabasolwa ngamaphoyisa
UPHIKO olulawula ukusebenza kwamaphoyisa i-Independent Police Investigative Directorate (IPID) luthi lukhathazekile ngesibalo esiphezulu sabasolwa abafa uma betholene phezulu namaphoyisa. UJennifer…
Read More » -
Limlahlile owagwaza wabulala owayeyintombi yakhe eGateway
ULAHLWE yicala uMnuz Siphamandla Khumalo owabhokoda wabulala ngommese intombi yakhe uNksz Nomfundo Msibi phambi kwabantu eGateway, eMhlanga. Lesi sigameko esinyantsisa…
Read More » -
Bazwakalisile ilaka labo ngabokufika kwiMarch in March
Liyah Mseleku UMSAKAZI weVuma FM uJacinta MaNgobese Zuma ubonge bonke abaphume ngobuningi bagcwala umgwaqo weTheku bebhikishela abantu bokufika abangenawo amaphepha…
Read More » -
Uthuthuva ngombiko ‘odusayo’ wokuhanjiswa kwezidingo eThekwini
Bahle Mkhize BAKHALA ngokudukiswa komphakathi abahlali abesezindaweni ezisohlwini uMasipala weTheku othi umkhankaso wokuhanjiswa kwezidingo, uthela izithelo ezinhle kuzona. UMasipala ubale…
Read More » -
UDuduzile ubezishutha amaselfie ecaleni lokutapa
USEYOZE abuyele eNkantolo ngo-Agasti wakulo nyaka uNkk Duduzile Zuma-Sambudla. UZuma-Sambudla ongenye yamadodakazi kalowo owayengumongameli uJacob Zuma ubhekene necala lokuphehla udlame…
Read More »