Izindaba
-
Uvutha bhe uMalema ogqojwe ivisa yokungena e-England
Philasande Luthuli Uphenduke umtshingo ubethwa ubani umholi we-Economic Freedom Fighters uMnuz Julius Malema bemvalela ngaphandle ukuthola iVisa yokungena eLondon kwelase-England.…
Read More » -
Bazolandwa nasemathaveni ababalekela ama-ARV’s
UMnyango kazwelonke uhlela ukuhambela ngisho emathaveni, ufune labo abadikile ukulanda imishanguzo emitholampilo. Inhloso wukuthola abantu abangu-1.1 million, abanaleli gciwane kodwa…
Read More » -
Amaphoyisa aseDutywa adubule abulala abasolwa ngokuduna
Aphe Gcwabe Amaphoyisa aseDutywa angqokloze ababulala abasolwa ababili ngenhlamvu, oyedwa walimala kanzima abanye babaleka bagcwala izinkalo. Lesi sigameko senzeke ngoLwesithathu…
Read More » -
Kutholwe izidumbu zandawonye zilahliwe eZwelisha
Philasande Luthuli Kuhlangane iqulu lo mphakathi waseZwelisha entshonalanga neTheku uzobabaza okutholakala kwesidumbu kule ndawo. NgoLwesithathu emini kutholwe abesilisa ababili abahlobene…
Read More » -
Kuchitheke izishebo amaphoyisa ebopha inqwaba yabokufika
Bakhalelwe amasongo kaSigonyela abantu bokufika abangu-40 abaseNingizimu Africa, eThekwini ngokungekho emthethweni. Ezikadalawane zifike zingathi ‘nsi’ kwachitheka izishebo ebeziphekwa kwavalwa nezinye…
Read More » -
U-Ace Ncobo ukhala ngokushushiswa okunonya
LIBUYELA eNkantolo ngomhla ka-29 May icala elibhekene menenja jikelele yePremier Soccer League u-Andile “Ace” Ncobo nonkosikazi wakhe, uSalome. Laba shadikazi…
Read More » -
Kubanjwe umsolwa omkhulu obeseqede imfuyo kwaNongoma
SEKUZOKWEHLA nobuthongo kumphakathi wasesigodini oBandlaneni, kwaNongoma, kulandela ukubanjwa kubulawe inhlwathi ebisiqede imfuyo. Nakuba abafuyi sebezothola ukulala ebusuku kubongwa abafana bezinkomo…
Read More » -
Zimkhalele owesifazane (21) ngezinsolo zokuthumba usana luzelwe
Liyah Mseleku ULAHLWE elakubo owesifazane oneminyaka engu-21 ududala obefunelwa icala lokuthumba usana olunamasonto amabili luzelwe eThekwini. Usana lwaduka emtholampilo waseChesterville,…
Read More » -
Selinqunyiwe usuku lokwethulwa kwesabelo zimali esisha
SIZOKWETHULWA ngomhla ka-21 May isibalelo zimali kulandela ukuhlehliswa isikhawu ezimbili. Lokhu kulandela ukuhoxiswa kwesinqumo sokwenyuswa kwentela yokuthenga iVAT ngo-0.5% iminyaka…
Read More » -
Zihlonzwe imindeni izidumbu zamaphoyisa abedukile
Sihle Mkhize IMINDENI yamaphoyisa amathathu uConstables Linda Cebekhulu, Keamogetswe Buys, noBoipelo Senoge isihlonze izidumbu ezitholwe emfuleni iHennops eCenturion. Impela iqinisekisile…
Read More »