Izindaba
-
Ubhodla umlilo uDJ Sgqemeza exoshwa Ukhozi FM
Sihle Mkhize Ukhala ezimathonsi uDJ Sgqemeza ngokuxoshwa Ukhozi FM. Uthi eminyakeni engaphezu kuka-20 ubenenkontileka yokusebenza noKhozi FM, kodwa abaphathi abasha…
Read More » -
UMabheka Zulu kugcotshwa inkosi yesizwe sakwaMthiyane
Sihle Mkhize UPrince Ishwar Ramlutchman Mabheka Zulu ubengomunye wecukuthwane ebezhambele umcimbi omkhulu wokugcotshwa kweNkosi uPhineas Mthiyane. URamlutchman Mabheka Zulu, unguMongameli…
Read More » -
ITheku limi ngomumo kuleli Phasika
Sindiswa Nxumalo IMeya yoMkhandlu weTheku uCllr Cyril Xaba, isiqinisekisile ukuthi elikabhanana likulungele ukwamukela izivakashi ngesikhathi seholide lePhasika. Kulezi zivakashi kubalwa…
Read More » -
Ingebhe ngokukhuphula kwezindleko ngenxa yempi
Zakithi Mnguni Impi eqhubekayo eMiddle East, ebandakanya i-Iran, United States kanye ne-Israel, kulindeleke ukuthi ibe nomthelela ongemuhle emnothweni waseNingizimu Afrika.…
Read More » -
Zimb’izinto nakwimbokodo edakelwa emgaqweni
Sihle Mkhize Bawuchame bawuphuza abashayeli abangu-27 okuhlanganisa nabesifazane abane abebedakwe bengazazi amagama wabo eMhlanga Rocks naseDurban North. Lezi zephulamthetho ziboshwe…
Read More » -
Amabillions kuthuthukiswa ingalasizinda emgaqweni
Sindiswa Nxumalo Isikhulu sakwaSANRAL uMnuz Trevor Zumani umemezele uchungechunge lwezinhlelo zokuthuthukisa ingqalasizinda yemigwaqo. Kuhloswe ukunciphisa ukuminyana kwezimoto, ukuthuthukisa ukuhamba, nokukhuthaza…
Read More » -
Bawotha ubomvu abeMarch and March ngesenzo samaphoyisa
Sindiswa Nxumalo Umkhankaso weMarch and March oholwa nguJacinta Ngobese-Zuma ubhekane nezihibe ngoLwesithathu eThekwini. Le mashi iqale eKing Dinuzulu Park nokuyilapho…
Read More » -
Bazowuchama bawuphuze abadakelwa emgaqweni ngePhasika
Bahle Mkhize Sizoqina kakhulu isandla kwiziphulamthetho emgaqweni KwaZulu-Natal njengoba kubhekwe kumaholidi ePhasika. UNgqongqoshe weZokuthutha nokuHlaliswa kwabantu uSiboniso Duma umemezele izindawo…
Read More » -
Uzithintele iziqandu uMasipala ngeBangladesh Market
Philasande Luthuli Uzithintele iziqandu uMasipala weTheku unxenxa abantu ukuba bavakashele imakethe eyaziwa nge-Bangladesh, eChatsworth. UMasipala ufuna kuzokwesekwa amabhizinisi njalo ngoLwesihlanu…
Read More » -
UTrump uhlokoloza u-Obama kwelobutabane
Sindiswa Nxumalo UMongameli wase-United States, uDonald Trump, usole iqembu lezepolitiki likaMengameli wangaphambili uBarack Obama ngokuthi libuswa abantu “abakhohlakele” abakhuthaza abanye…
Read More »