Izindaba
-
Izembe ligawule nasegcekeni kwiMK Party
Aphelele Cebekhulu Iqembu iMK Party selixoshe amalungu alo amabili aphezulu, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla noMnuz Nhlamulo Ndhlela, ngokushesha. Lesi sinqumo simenyezelwe…
Read More » -
Sezimkhalele umngani omkhulu kaGeneral Mkhwanazi
Liyah Mseleku Sezimkhalele umngani omkhulu kaGeneral Nhlanhla Mkhwanazi obesamisiwe ophinde abe yinhloko kwiSouth African Police Service’s kwiCrime Intelligence uLieutenant-General Dumisani…
Read More » -
Bavuke umbhejazane abaseMalawi belwisana namaphoyisa
Bavuke umbhejazane abantu baseMalawi abahlezi eSherwood, eThekwini, lapho belinde khona amabhasi abaphindisela kwelakubo. Balwisane namaphoyisa nokuphoqe abakwasidlodlo ukuthi badubule ngezinhlamvu…
Read More » -
Ifu elimnyama amaphoyisa efa ezigamekweni ezahlukene
Kubulawe iphoyisa elinguContable elokishini eHammarsdale, eMpumalanga kanti umsolwa omkhulu intombi yakhe nayo eyiphoyisa. Ngesikhathi umsolwa onguSergant ehlasela umgilwa ubesathathe ikhefu…
Read More » -
Baboshwe sebeyidlile imali odokotela mbumbulu ekasi
Balahlwe elesemakubo abangani abawodokotela mbumbulu ababoshwe bengazelele ebugebengwini beminyaka KwaMashu, eThekwini. Amaphoyisa ababophele amacala okuqhuba ibhizinisi elingekho emthethweni lokudayisa izitifiketi…
Read More » -
Kutholwe isidumbu emqashweni sinqunywe uqhoqhoqho
Ushaqekile umastende ethola isidumbu sowesifazane sinqunywe uqhoqhoqho emqashweni wakhe. UMarchein Tlou (37) waseHlalanikahle e-Unit 4, eWitbank (eMalahleni), eMpumalanga utholakale eshonile…
Read More » -
Utholakale eseyisidumbu obelahlekile
Kutholakale isidumbu somshayeli obebikwe njengolahlekile ngemuva kokuba engafikanga ekhaya evela emsebenzini. Isigameko senzeke eLa Mercy ngoLwesihlanu ebusuku esifundazweni iKwaZulu-Natal. Ngokombiko…
Read More » -
Bazolala bebaliwe abangu-40 nomqashi
Bazolala bebaliwe abantu bokufika abakuleli ngokungemvumo abangu-40, kwaphinde kwaboshwa nomqashi. Umqashi uboshelwe ukwephula imithetho yezabasebenzi nezinye izimiso zomthetho. Esigamekweni sesibili,…
Read More » -
Inzukazikeyi eyokubulawa komfundi ngabanye
Isaseyinzukazikeyi emphakathini nasemndenini eyokufa komfundi wase-Drakensberg Comprehensive High School. Lesi sikole siselokishini laseWembezi eduze kwaseMtshezi, KwaZulu-Natal. Nakuba Imibiko ingacaci kahle…
Read More » -
Udilikajele kobulele umhlengikazi bezodivosa
Sihle Mkhize Usekude ukubona ilanga uma angeke aphume ngebhokisi uMnuz Fannie Seribishane (59) ogwetshwe udilikajele neminye iminyaka ngaphezulu yiPolokwane High…
Read More »