Izindaba
-
Zimkhalele ummeli waseZim obeqhumuza izimali zakwaRAF
Uvele kafushane eNkantolo kaMantshi yaseKuGompo ummeli waseZimbabwe uPrecious Muleya ebhekene namacala okuzitamuzela imali kaRoad Accident Fund (RAF). Ubanjwa nje kusolwa…
Read More » -
Kuvulwe isikhwama sokutakula uSandile kaMandisa
Sihle Mkhize Uthando olundabamlonyeni lwaSandile noMandisa Khombisile Ndlovu luvuselele umlilo obusulotha kanti abanye ubafundise okuningi. Lungundabamlonyeni nje yingoba beliphilwa ngabantu…
Read More » -
Uhlulwe wuthando waziphonsa olwandle owodumo kuTiktok
Sihle Mkhize Uziphonse olwandle lwaseThekwini wafa u-Alabaster Zwane (40) obedume kakhulu kuTiktok ngokuba istabane esizigqajayo. Uziphonse olwandle nje uhlulwe wuthando…
Read More » -
Kuqhume izibhamu kutholele phezulu uNgizwe ne-EFF
Amalunga eqembu le-EFF atholane phezulu noNgizwe Mchunu eNanda kwafa amawindi emoto kaMchunu kwaqhuma izibhamu. Ngokusho komthombo othembakele kuzwakale ukuqhuma kwezibhamu…
Read More » -
Kusukume uMasipala kudutshulwa owesifazane
UMasipala iNkosi uMtubatuba ugxeke kakhulu ukubulawa kowesifazane odutshulwe eMtubatuba edolobheni, edepho yamabhasi, ngoMsombuluko. Lo wesifazane ubikwe ukuthi udutshulwe kaningi ekhanda,…
Read More » -
Izinkani zababili phakathi kombuso noGetsemane
Sihle Mkhize Akwaziwa ukuthi iyozala nkomoni phakathi kwabammeli basomabhizinisi uMnuz Thomas Getsemane ophinde abe ngusihlalo weNanda Taxi Association nombuso. IWalter…
Read More » -
Umsolwa kwelokufa kwaWitness D kolunye utaku
Umshushisi ecaleni lokubulala uMnuz Marius Van de Merwe (owaziwa ngo-“Witness D” kwiKhomishana kaMadlanga) ushisele umsolwa uMatipandile Sotheni (42). Utshele inkantolo…
Read More » -
Limshonele owesifazane owabulala ingane ngesihluku
Limshonele owesifazane (23) owenza isihluku wabulala ingane eneminyaka engu-6 ubudala. Inkantolo iMthatha High Court imthole enecala uNoluvuyo Sinyikatha yase inquma…
Read More » -
Akwaziwa ukuthi iyozala nkomoni okhethweni
I-Inkatha Freedom Party (IFP) ithi iGoli neTheku yizindawo ezibalulekile emkhankasweni wayo wokhetho lohulumeni basekhaya lwango-2026. Ifuna ukwandisa amandla wayo nangaphandle…
Read More » -
OweNondaba Foundation ugila izimanga ekuthuthukiseni intsha
Sihle Mkhize Uma kukhulunywa ngoLebohang Zondi ungafunga ukuthi kukhulunywa ngendoda enkulu ngomzimba kanti cha izenzo zakhe ezinkulu. Le nsizwa izalwe…
Read More »