Ezokungcebeleka
-
Umjaho wamahhashi wasemakhaya uza nezinoju
Amkelwa Nguse NJENGOBA isasasa leDundee July yaminyaka yonke iqhubeka, uMnyango wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko KwaZulu-Natal bathi bami ngothi lomkhonto. Basho kanje…
Read More » -
Owayelingisa kwiDurban Gen nethuba elisha kuthelevishini
KWANDE kaZIKIZA UMLINGISI waKwaZulu-Natal obesenyamalele emehlweni abantu uzobonakala kuMuvhango okhonjiswa ku-SABC 2 ngo-8.30pm kusukela ngoMsombuluko kuya kuLwesihlanu. USibongokuhle Nkosi ugcine…
Read More » -
Ufuna izimpendulo owavuka ezingubeni kaTira engazi
Phila Luthuli BAHLUKENE phakathi ngemibono abantu ezinkundleni zokuxhumana mayelana noDJ Tira osolwa wesifazane ngokuvuka ezingubeni zakhe engazi. Ezinkulumweni eziphakathi kwaTira…
Read More » -
UMenzi Ngubane encwadini engcolisa igama lakhe esefile
Liyah Mseleku UMBHALI wezincwadi uMaureen Ndlovu owayejola nomlingisi ongasekho emhlabeni uMenzi Ngubane ubhale incwadi echaza lo mlingisi njengomhlukukezi. UMaureen ubekhuluma…
Read More » -
Amaciko aseKZN enze kakhulu kumaMetro FM Awards
Aphe Gcwabe AMACIKO asesifundazweni sakwaZulu-Natal akwazile ukusimela ngokuyikho ekhala emuka nezindodo eziyiskhombisa futhi ezibalulekile. Lokhu kwenzeke kumaMetro FM Awards ngoMgqibelo…
Read More » -
UBig Zulu uveza obekufihliwe ngoNtaba yaseDubai
Liyah Singela UBIG Zulu ugeqa amagula ngoNtaba yaseDubai nengoma abayiqopha ngokuhlanganyela yadla abantu qede baxabana. UBig Zulu baqopha ingoma esihloko…
Read More » -
Impi yamazwi koMaskandi abachomelanayo ngokuxebula isigingci
Phila Luthuli UTHELE uphethiloli emlilweni umculi kaMaskandi uMuntuyenziwa Khanyile odume ngoBabhemile ecela abantu bangamqhathanisi ngokushaya isigingci noMbuzeni Mkhize ngoba yena…
Read More » -
Bayaqhubeka abamnyama nokuqhoqhobala izikhundla eziphezulu kwi-East Coast Radio
Aphe Gcwabe ISITESHI somsakazo i-East Coast Radio (ECR) siqoke uMzuvele Mthethwa njenge Managing Director (MD) kulo msakazo ozinze eMhlanga, eThekwini.…
Read More » -
UDJ Sbu nenkinga yokuphuza utshwala ngokweqile
Bahle Mkhize UMSAKAZI weRadio 2000 uSibusiso “DJ Sbu” Leope uthi ubesengene shi otshwaleni ngenxa yezinkinga zemali. Ubevula isifuba emoyeni okokuqala…
Read More » -
Kuvela okwenze kususwe uThomas ohlelweni kwiKhaya FM
Liyah Ngunezi UMSAKAZI onamava kuleli uThomas Msengana uphucwe uhlelo lwantambama abelushayela nsukuzonke kwiKaya FM. UMsengana owayeteketiswa ngo “Bad Boy T”…
Read More »