Sihle
-
Izindaba
Itholakale ikhulelwe intombazanyana (13) eduke nesoka (25)
Morgan Ngwazi Igcine itholakale intombazanyane (13) osekusolakala ukuthi isikhululelwe emuva kokunyamalala nowesilisa (25) emzini wakubo eChatdworth, eThekwini. Kuvele ukuthi lo…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Uhide lwabaculi bakuleli ‘ababhantintile’
Bahle Mkhize Umuntu ufunda ngamaphutha kodwa umculi weLikompo, uLehlogonolo Katlego Chauke, odume ngelika Shebeshxt kubonakala sengathi akayazi leyo. Lol mculi…
Read More » -
Izindaba
Kuvundululwe isidleke sezidakamizwa sezigidi
Morgan Ngwazi Amaphoyisa avundulule indawo okukhiqizwa kuyo izidakamizwa zenani lezigidigidi zamarandi eMakapanstad, eNorth West. Akabange esacucucuza amaphoyisa abopha abasolwa abayisithupha…
Read More » -
Izindaba
Bazulelwa amanqe ababulali baVan Der Merwe – SAPS
Liyah Mseleku Selisezingeni eliphezulu uphenyo lolubulawa kwaMnuz Marius Van Der Merwe. Akazibekile phansi namaphoyisa ophiko lwe-IPID njengoba ephenya icala lokubulawa…
Read More » -
Izindaba
Isinde emlonyeni wengwenya iBenin kumavukelambuso
Liyah Mseleku UMengameli waseBenin uPatrice Talon (67) usenike ithemba izakhamizi zakuleliya zwe ezisinde ekuketulweni kombuso. “Ngiyazithakasela izenzo ezikhonjiswe abaholi bamasosha…
Read More » -
Izindaba
Izindodla ezikhokhelwa abashushisi nabammeli abakhohlakele – Fazel
Aphelele Cebekhulu Abammeli abakhohlakele bakhokhelwa izimali ezishisiwe ukuthola ibheyili babuyele emphakathini baqale la begcine khona. Lo mbiko oshaqisayo uqukethwe umbiko…
Read More » -
Izindaba
Inhlokomo owayengumsakazi woKhozi FM ebuyela emoyeni
Sihle Mkhize Libe likhulu isasasa lowo owayengumsakazi woKhozi FM uSbu Buthelezi esakaza okokuqala kwi “Voice of life Radio” uhlelo Indumiso…
Read More » -
Ezokungcebeleka
OweSibaya okhishwa endlini unqobe umzuliswano wokuqala
Liyah Mseleku Owayengumlingisi weSibaya uGcina Mkhize unqobe umzuliswano wokuqala wokuzama ukugwema ukukhishwa emzini wakhe. UGcina wayengumlingisi oqavile edlala indawo kaKhanyisile…
Read More » -
Izindaba
Selivelile izwe elidle umzila weSA kwiG20
Sihle Mkhize Umzila weNingizimu Africa kwiG20 ugcine idliwe yizwe lasePoland njengoba iMelika kwiyiyo ezosingatha le ngqugquthela yamzwe. UMengameli waseMelika uTrump…
Read More » -
Izindaba
Obexakwe izinkinga zaDecember uziphonse kwiloli
Liyah Mseleku Owesilisa obesexakwe impilo ukhethe ukuzifaka ngaphansi kweloli waqeda ngempilo yakhe. Lesi sigameko esithuse abaningi senzeke emgaqweni uR102 uma…
Read More »