Izindaba
-
Zibakhalele abokufika bebanjwa nempahla ebiza R66m
Sihle Mkhize KUBOSHWE abantu basezweni laseMalawi abakuleli ngokungemthetho betholakala nombombayi bezimpahla abangabiza uR66 million eGoli. Lo msebenzi wenziwe ngokubambisana abeNational…
Read More » -
Unabile induku obentshontshela amakholwa esontweni
Sihle Mkhize USHAYWE amakholwa wanaba owesilisa (24) ongene endlini yesonto wantshontsha izimpahla ezibiza imali eshisiwe. Ukwenze lokhu ngesikhathi amakholwa esalungiselela…
Read More » -
Kufe (3) izigelekeqe zizama imali kaDisemba
Sihle Mkhize ZIWAQALE kabi amaholidi kaDisemba izigelekeqe ebezizama inhlanhla ziyobamba imoto ethwala imali kwaThema, eGoli ngoMgqibelo. Abazibonele ngamehlo bathi bekungathi…
Read More » -
Amaphoyisa avundulule isidleke sezidakamizwa
Musa Mkhize AMAPHOYISA avundulule isizinda sendawo okukhiqizwa kuyo izidakamizwa esingabiza uR100 million kwaboshwa owaseMexico okuleli ngokungemvumo. Le ndawo iseRandfontein enyakatho…
Read More » -
Ubanjwe eSandton nesoka obefunelwa elokubulala umkhwenyana
Sane Mseleku UBANJWE etetemuka eSondton, eGoli, nesoka elisha owesifazane (38) obebalekela ukubhekana necala lokubulala indoda yakhe eBotshabelo, eFree State. Emuva…
Read More » -
U-Eskom ulule izinsuku kwabazoshweleza
Musa Mkhize INKAMPANI ekhiqhiza ugesi yakwa-Eskom isilule izinsuku kuma khasimende ayo kanye nakubantu abakade bengawukhokheli ugesi bewusebenzisa ngomgunyathi. Le nkampani…
Read More » -
Kuboshwe abawu-9 kwafa oyedwa ibambene namaphoyisa
Sane Mseleku LIWASHONELE amadoda abesebalile ukuthi azoba noDisemba omnandi kanti ababuzanga elangeni amaphoyisa ahlome ayizingovolo. Ithimba lezigelekeqe elakhiwe ngabantu abanganela…
Read More » -
ITheku licijele ukwamukela izigidi zezivakashi ngamaholidi
Lusa Mseleku IDOLOBHA laseThekwini likulungele ukwamukela izivakashi ezizobe ziqhamuka zinkalo zonke kumaholidi. Lawa ngamazwi abesemlonyeni kumholi waleli dolobha iMeya uCyril…
Read More » -
Intombazanyana (8) itholwe inqunywe umqala
Philasande Luthuli KUSABATSHAZWA isihluku kubulawa intombazanyana eneminyaka engu-8 ubudala endaweni eNtshongwe, eMbazwana. Isidumbu sitholwe simbozwe ngezihlahla ehlathini ikhanda linqunyiwe. IMCR…
Read More » -
Kuzobanjwa ‘ofishi abakhulu’ ngecala lokufa kwa-AKA: Mkhwanazi
Sane Mseleku UKHOMISHANA wamaphoyisa kwaZulu-Natal uNhlanhla Mkhwanazi uthi kusazoboshwa abanye ngecala lika AKA. “Kulindeleke ukuthi kuboshwe abanye ngecala lokufa komrepha…
Read More »