Izindaba
-
ITheku licijele izivakashi ngePhasika
KONKE sekumi ngomumo edolobheni laseThekwini njengoba kulindeleke ukuthi kutheleke izivakashi ezingaphezulu kuka-1.3 million ngempelasonto yePhasika. NgoLwesibili bekwethulwa ngokusemthethweni umkhankaso wezokuvakasha…
Read More » -
Babanjwe beba ukudla kwezingane zesikole
KUTHUKE noNgqongqoshe wezeMfundo eGoli uMatome Chiloane waphinde wasigxeka isenzo sokuntshontshwa kokudla kwezingane zesikole eMinerva High School e-Alexandra. Kulesi sigameko kuboshwe…
Read More » -
Bhasobha liyabhubha eKZN yimvula!
KUNXUSWA izakhamizi ezindaweni eziningi esifundazweni saKwaZulu-Natal ukuba ziphephe kulandela ukuphuma kwesexwayiso sesimo sezulu okubikwa ukuthi siku-Level 4. Lesi sexwayiso sikhishwe…
Read More » -
Usazobahubha owodumo lweSizok’thola
USENGOKHULULEKILE uXolani Khumalo wodumo lohlelo iSizok’thola lapho babekhiphisa khona abasolwa ngokushushumbisa nokudayisa izidakamizwa. UKhumalo ubevele ePalm Ridge Court ngoMsombuluko emini.…
Read More » -
Ithuba elingqayizivele lokufunda isiZulu ekhaya unethezekile
Liyah Mseleku UWE evuka uNksz Thobile Mkhize (29) owayehlezi enephupho lokuqala ibhizinisi lakhe nakuba waqala ekubeni ngumpheki. Emuva kokupheka wenza…
Read More » -
Bakhale bemuka abafana nemali KwaMashu
Philasande Luthuli BASHAYE bachitha nesamba semali esingaziwa nezibhamu abasolwa ababambe imoto yemali emgaqweni uM25 KwaMashu, eThekwini, ngoMsombuluko ntambama. Kushaqwe izibhamu…
Read More » -
Uvo lweNdlunkulu ngolweSilo esiqoshwe sithuka inhlamba
INDLUNKULU kaZulu isikhiphe isitatimende iveza ukuthi inalo ulwazi ngezinkulumo eziqoshiwe ngokungemvume ezithunaza iSilo. Ibe isisola itulo lokudicilela phansi igama nesithunzi…
Read More » -
Iyaqonga ingcindezi kwele ntombazanyana (7) enukubeziwe
ISIBALO sabasayinde isicelo sokuba intombazanyana (7) eyadlwengulwa ukuba ithole ubulungiswa sesifinyelele kubantu abawu-673,564 ezinkundleni zokuxhumana. Le ntombazanyana eyaziwa ngelikaCwecwe kubikwa…
Read More » -
Ubalekele phesheya uMax ofunwa yibutho lakwaZulu
Liyah Mseleku UMax Makhanya osezakhele isigcwagcwa kwabaningi ngokuthuka iSilo uMisuzulu kaZwelithini umemezele ukuthi usexoshiwe kwinkampani yonogada abekade eqashwe kuyo. UMakhanya…
Read More » -
Kudutshulwe umsebenzi kaMasipala kwaMashu
Aphelele Gcwabe KUDUTSHULWE kwabulawa owesilisa esendleleni ebheke emsebenzini kwaBester, kwaMashu, ngoMsombuluko ekuseni. UMnuz Zamiso Otto Ngcobo (33) ubesebenza njenge-Life Guard…
Read More »