Izindaba
-
Baphindiselwa emazweni asemakubo abadayisa ngesinene
Philasande Luthuli Amaphoyisa agasele endaweni yabandla izambane likapondo eThekwini, eMhlanga, azithela kwabesifazane abahlanu abakuleli ngokungemthetho. Behlatshwa ngemibuzo kuvele ukuthi ngabase…
Read More » -
ISantaco iziqhelelanisa nosomatekisi abehlisa abagibeli ezimotweni
I-South African National Taxi Association Council (Santaco) isiziqhelelanise nosomatekisi abehlisa abantu ezimotweni ezincane. Iveze ukuthi kawukho umgomo obekiwe onjalo, yexwayisa…
Read More » -
Umsindo ngo-R10 abahlongozwa ukuthi bakhokhwe AmaZulu kwiSilo
Sane Mseleku ABALULEKI ababili beSilo uMisuzulu kaZwelithini babeke umbono wokuthi umuntu ngamunye makakhokhe uR10 ngenyanga ukuze kugcineke izimfanelo zamaZulu. Le…
Read More » -
Bawuchame bawuphuza abebedakelwe emgaqweni beholile
Bahle Mkhize Bawuchame bawuphuza abebedakelwe emgaqweni kuzosa kube uMgqibelo, abakwasidlodlo bebhilitile bebopha izephulamthetho. Amaphoyisa akwaRoad Traffic Inspectorate KwaZulu-Natal abechithi saka…
Read More » -
Imbibizane kuncipha amabhasi ezintombi emhlangeni
Sihle Mkhize Ikhansela emkhandlini weTheku uNkk Zama Sokhabase udalule ukuthi leli dolobha selihlangene noMnyango wezeMidlalo, ezobuCiko namaSiko KwaZulu-Natal bazokhipha amabhasi…
Read More » -
Bacijiswe ngamakhono okuthuthukisa imiphakathi oNdlunkulu
Kuhlangene oNdlunkulu bamaKhosi akhele uMasipala waseNkandla ukuzothuthukiswa kule nyanga yabantu besifazane. Labo ndlunkulu bebebuthelene eHhotela e-Aloe Lifestyle Hotel eShowe ngoLwesine…
Read More » -
Uzikhombe esikhwameni izinkomo uMkhwanazi
Liyah Mseleku UKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uLt Gen Nhlanhla Mkhwanazi useyikhombe esikhwameni seSAPS Education Trust (#SAPSET) imali yezinkomo. Le mali engu-R44…
Read More » -
Unya kutholakale izandla zabantu zinqunyiwe
Kubatshazwa unya kwabenzi bobubi kutholakala izandla, esomuntu wesifazane nesowesilisa, ezinqunywe kusukela endololwaneni. Lezi zitho zomzimba zitholakele eduze nomgwaqo eTrenance Park,…
Read More » -
Kwehle umthwalo kwabazoshaya amasmart ID nepassport
Philasande Luthuli Unciphise umthwalo nezindleko uMnyango weZindaba zaseKhaya kuwelonke umemezela ukusebenzisana kwawo namabhange iCapitec noFirst National Bank (FNB). Lokhu kusebenzisana…
Read More » -
Basale enkundleni ababili bedubulana namaphoyisa
Liyah Mseleku Basale enkundleni abasolwa ababili abebedubulana namaphoyisa eNanda, eThekwini. Amalungu eNanda SAPS Task Team, Inanda Vala Group neNanda Crime…
Read More »