Izindaba
-
Sishiye kukhalwa isiphepho eKZN sidlula nemiphefumulo
Aphe Gcwabe KUSHONE abantu abantu abangaphezulu kweshumi kwaZulu-Natal, kuhlasela isiphepho ebesihambisana nokuduma kwezulu nemvula enamandla. Abethimba elibhekelele izinhlekelele bamatasa kumanje…
Read More » -
Abakwa Vodacom bakhomba uKelly Khumalo kwelokufa kwaMeyiwa
UMZWILILI womculi uKelly Khumalo umataniswa nomsolwa oboshelwe icala lokufa kwaSenzo Meyiwa. Inkantolo ilalele ubufakazi bokuthi ngosuku uMeyiwa abulawa ngalo ifoni…
Read More » -
Ubalisa ngokumelwa inhliziyo omisiwe oKhozini FM
Kwande kaZikiza UKHALE kozakwabo ngokuthi uzomelwa inhliziyo umsakazi woKhozi FM uZimiphi “Zimdollar” Biyela obemisiwe. UZimdollar, ubemiswe kanye noKhathide “Tshatha” Ngobe…
Read More » -
Umholi weMK Party uchitha eyokumenyezelwa kwamavoti ngeSonto
Liyah Mseleku KUJAHWEPHI? Ngeminye yemibuzo ebuzwa uMnuz Jacob Zuma ofike kwacwhaza esikhumulweni sokubala amavoti kazwelonke ngoMgqibelo ebusuku, eMidrand, eGoli. UZuma…
Read More » -
Isizathu esidale kumiswe abasakazi boKhozi FM emoyeni
Bahle Mkhize Zimb’izinto kubasakazi benhlangano esakaza ngomoya iSABC abajika nelanga selokhu bemisiwe emsebenzini. Kubasakazi bosoKhozini FM kunikezwe ikhefu uTshatha…
Read More » -
Osopolitiki bachitheke njengamanzi ukuyovotela amaqembu wabo
Amkelwa Nguse BEBETHE chithi saka osopolitiki ukuyovota ngoLwesithathu okhethweni lukazwelonke kulo nyaka ka-2024. UNdunankulu wakwaZulu-Natal uNomusa Dube-Ncube uvote eNkulibathu Primary…
Read More » -
Okusha ngomdlali obegroova nama Slay Queens
Kwande kaZikiza UMDLALI weMamelodi Sundowns uThembinkosi Lorch okusabalele i-video yakhe “ezidumisa”futhi ebukeka ebukhile nama-slay queen amabili ngempelasonto, ukhombisa ukuzisola ngesenzo…
Read More » -
Umholi kwi-IFP usinde kukubi evinjezelwa ngezinhlokohlela nabaqaphi bakhe
Kwande kaZikiza UMNUZ Thami Ntuli i-IFP efolosa ngaye esikhundleni sokuba uNdunankulu kwaZulu-Natal, usinde kukubi evinjezelwa ngenganono nabaqaphi bakhe. Leli qembu…
Read More » -
Isihluku izinkabi zibulala inyanga yodumo eThekwini
Phila Luthuli BAYILALELE unyendle bayidubula bayibulala inyanga yaseThekwini, eMlaza, uNhlanhla Cele owaziwa kakhulu ngoSbushebushe. Ngokubika kwemithombo yabezindaba ehlukene uCele udutshulwe…
Read More » -
Izakhamizi zaseThekwini namaphethelo zizoya kovota zinuka phu!
Liyah Mseleku BANGASE baphoqeleke abantu abakhele iTheku ukuyovota benuka phu bengagezile ngenxa yokunqamuka kwamanzi osekuphele izinsuku. Abantu bakuleli dolobha bathi…
Read More »