Izindaba
-
Udilikajele kwababulala owayesolwa ngokweba utshwala
AGWETSHWE odilikajele amadoda amathathu, kwamane, athumba abulala u-Andile “Bobo” Mbuthu (16) ngesihluku oThongathi, eThekwini. INkantolo yesiFunda yaseVerulam igwebe o-Andile Nhleko…
Read More » -
Amaphoyisa aqothe ngenhlamvu izinkabi ebeziyobhubhisa
Sane Mseleku ZIDUTSHULWE zafa zinkabi ezimbili ngesikhathi zidubulana namaphoyisa eMahlabathini, kwaZulu-Natal. Amaphoyisa athole umkhondo wabasolwa ababili abahamba ngemoto yohlobo lweVW…
Read More » -
IMK Party ibambe ufishi omkhulu we-EFF
OWAYENGUSIHLALO kuzwelonke kwi-EFF u-Adv Dali Mpofu usewelele kwiMK Party. Ugcizelelile ukuthi ukuhamba kwakhe kwi-EFF akukho mayelana namuntu kodwa akwenzayo ukwenzela…
Read More » -
Ubhalwe kabusha umlando weLembe
BEKUKHONA uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa kwembulwa isichuse esisha seLembe eKing Shaka airport. Lo mcimbi ubuholwa iSilo uMisuzulu nabantwana basendlunkulu. Lo…
Read More » -
UBheki Cele novalo lwezigebengu abezibopha esekuhulumeni
UMNUZ Bheki Cele usezwakalise ukuba novalo lokubhekana ngqo nezigebengu abezibopha esenguNgqongqoshe wamaPhoyisa kuwelonke. UCele ukusho lokhu ngesikhathi enengxoxo nesiteshi iVuma…
Read More » -
Ungqimphothe kuNgizwe ngamakhosi kaZulu awabiza ngezidakwa
Philasande Luthuli UNGIZWE Mchunu uhoxise amazwi wakhe lapho ebiza khona amakhosi kaZulu ngezidakwa. UMchunu uqophe ivideo ayinameke ezinkundleni zokuxhumana eshweleza…
Read More » -
Bamgile igoda otsotsi baseSoweto owayedlala kwiChiefs
AMAPHOYISA aseGoli aseqale uphenyo kulandela ukuntshontshwa kwezimpahla emotweni kaBernad Parker (38) nowayengumdlali oqavile kwiKaizer Chiefs. Ngokombiko weDaily Sun lesi sigameko…
Read More » -
Ithimba lonjiniyela kwibhuluho elinqamukile kuN-2 ngaseZimbokodweni
SEKUKHISHWE ithimba lonjiniyela eliseqophelweni eliphezulu ukuyobheka umgwaqo ohlukana phakathi kwibhuloho kuN2 ngakuJoyer Road ngase Siphingo. Abasebenzisi bomgwaqo abakhahlazemekile yilabo ikalukazi…
Read More » -
Udilikajele kowafaka eyamalobolo entombini
INKANTOLO ephakeme yaseGoli, imgwebe udilikajele uLouis Serenetra Moyo (49) ngemuva kokumthola enecala lokugwaza abulale owayeyintombi yakhe uThabile Khoza. Inkantolo ibe…
Read More » -
Uzowudlela ejele uKhisimusi obhunyele indoda ngabilayo yafa
UNQANTSHELWE ibheyili uCatherine Machete (42) owabhunyela indoda yakhe uMokhwakhwa ngamanzi abilayo agcwele amabhodwe amane yafa. UChatherine obhekene necala lokubulala ubeqashwe…
Read More »