Izindaba
-
Basulwe izinyembezi abakhahlanyezwe izimvula eMphithi
Musa Mkhize KUBE yinjabulo yodwa ngesikhathi izakhamizi zaseMgungundlovu, kwaZulu-Natal ezakhahlanyezwa yimvula zisulwa izinyembezi. Kuhlangame uphikho lwe-Disaster Management ngaphansi kukamasipala waseMsunduzi…
Read More » -
Ubuyele esigodlweni uNdlunkulu obecikwa ukulanywa
UKHONJWA esigodlweni sakwaZulu uNdlunkulu uNtokozo kaMayisela obesekuphele isikhathi esicishe sibe unyaka aduba wathutha iSilo sishadelwa unkosikazi wesithathu. Kwenzeka lokhu nje…
Read More » -
Bampimpe obedayisela amantombazane kaMatric insangu
UMPIMPWE omakhelwane umeshenti obevalela izingane zamantombazane zihuqe insangu njengoba zibhalala izivivinyo zikamatric. Lesi sigameko esithuse abaningi kwazise kubhekwe lukhulu kumfundi…
Read More » -
Umangazile owoKhozi eshiya isigubhukane
Musa Mkhize LISHONE elango Lwesithathu kukhulunywa eyokusula komphathi wosikhondlakhondla somsakazo Ukhozi FM, uSbongi Ngcobo. Ayicaci imbangela eholele ekutheni uNgcobo ashiye…
Read More » -
Bafuna zivalwe thaqa izitolo zabokifika kwaMashu
IZAKHAMUZI zaselokishini lakwaMashu, enyakatho yeTheku, zifuna ukuthi kuvalwe thaqa izipaza endaweni yabo. Lokhu kuza emuva kokuthi othisha besikole kule ndawo…
Read More » -
Ukhishwe ekhulukuthu oboshelwe elikaMeyiwa
OMUNYE wabasolwa ngokubulala awabe engukapteni weBafana Bafana ngonyaka ka-2014 uzokhishwa ekhulukuthu. Umsolwa wesithathu uMthobisi Mncube, nasolwa naye, uFisokhuhle Ntuli, bafake…
Read More » -
Bahlonyiswe ngamaqhinga kwezamabhizinisi eMphithi
Musa Mkhize BATHOLE ithuba eliyingqayizivele lokucotshelelwa ngolwazi osomabhizinisi emcimbini obuhlelwe isifunda saseMgungundlovu ngokubambisana nenhlangano evikela abathengi i-National Consumer Commission (NCC).…
Read More » -
Badutshulwe bafela e-EC abebefunwa eKZN
Philasande Luthuli BADUTSHULWE bafela e-Eastern Cape abasolwa ababili baseKZN abebelandelwa amaphoyisa, Fidelity SIU nabe-Intelligence. Laba solwa bebefunelwa amacala okubamba izimoto…
Read More » -
Kufunwa inkabi (25) ngecala lokubulala ematekisini
Aphe Gcwabe AMAPHOYISA athungatha inkabi (25) esolwa ngokuhlasela ibulale usihlalo kasoseshini wamatekisi iFredville, uMnuz Mphilisi Ngubane (35) nelokuzama ukubulala iwele…
Read More » -
Ixoshiwe imenenja yaseNdiya ebicwasa emsebenzini
IKHISHWE ngesango imenenja yomdabu waseNdiya uDarryl Govender enkampanini ezinze eGoli. UGovender ulahlwe amacala ngaphakathi okucwasa abebala elimnyama futhi ababize ngamagama…
Read More »