Ezokungcebeleka
-
Ihhotela ‘ekuputshuzeni’ osaziwayo abashendezanayo
Morgan Ngwazi UMihlali Ndamase kanye nesoka lakhe elisha laseNigeria elishadile uClem Kileh bafuna ukumangalela iSaxon Hotel. Lokhu kuza ngemuva kokuthi…
Read More » -
Zikhala nxazonke kubasakazi boKhozi FM
Philasande Luthuli Sekuphelile obekuhlanganisa umsakazi woKhozi FM uTshatha Ngobe nethimba elihlela indumezulu yomcimbi iMpucuzeko Music Festival. Lo mcimbi osuzakhele isasasa…
Read More » -
Kuzoshikisha ufudu kwiBig Brother kubangwa u-2 million
Sane Mseleku Lubuye nesasa uhlelo lakuthelevishini noluthandwa kakhulu iBig Brother Mzansi, isibuya ihlandla lesithupha kulo nyaka. Lolu hlelo olushisa izikhotha,…
Read More » -
Uzoshintsha izimpilo zabampofu olibhada u-783 KM
Morgan Ngwazi Uwuqale unyaka eshaya phansi ngezinyawo esuka eGoli elibhekise e-Eastern Cape, eKhowa, uLuyanda Philiso oneminyaka engu-32 ubudala. Uthi inhloso…
Read More » -
DJ Bongz ’emlilweni’ webhizinisi lendawo yobumnandi
Sane Mseleku Akukapheli ngisho izinyanga ezimbili uDJ Bongz ememezele ukuthi uthenge indawo yobumnandi iViewz Urban Grill neRooftop eThekwini, kodwa uselandelwa…
Read More » -
Ugeqa amagula uMzokoloko ngokuhamba oKhozini FM
Sane Mseleku Owayengumsakazi oKhozini FM uMzokhona (Mzokoloko) Gumede, ugeqa amagula ngokushiya emsakazweni. UMzokoloko ubekhuluma ngokuqashwa kwakhe, ukusebenza kanye nokuphelelwa itoho.…
Read More » -
Kunqamuke imbadada eMachunwini zibambene
Liyah Mseleku Beyidida unwabu imibala ebekuhlobe ngayo ababehambele Ingoma YasemaChunwini eMqamathi, enhla nesifundazwe sakwaZulu-Natal. Amaqembu angaphezu kwagama-35 asine ededelana eshiyelana…
Read More » -
Lishabelele koweGagasi FM ekuhlukaniseni unyaka noMr Magic
Liyah Mseleku Umisiwe umsakazi weGagasi FM uFelix Hlophe osematheni kulezi zinsuku kulandela ukushintshisana ngamazwi empini yomndeni esabelele ezinkundleni zokuxhumana. Kwenzeka…
Read More » -
Kuxabene ubendle kweyokuhlukanisa unyaka kuKhozi FM
Bahle Mkhize Zimb’izinto abaculi abahamba phambili kweyokuhlukanisa unyaka esiteshini somsakazo Ukhozi FM bekhala ngokudliwa kwamandla wabo. Abaculi abakhala ezimathonsi uMafikizolo…
Read More » -
Ubhonga emswaneni uPhuzekhemisi ngokufa kwaDJ Warras
Philasande Luthuli Ubhonga emswaneni umakadebona emculweni kaMaskandi uPhuzekhemisi ngokubulawa ngesihluku kwa-Warrick Stock obaziwa ngo-DJ Warras. UPhuzekhemisi uthi uWarras ubeyisibonelo esihle…
Read More »