Ezokungcebeleka
-
DJ Bongz ’emlilweni’ webhizinisi lendawo yobumnandi
Sane Mseleku Akukapheli ngisho izinyanga ezimbili uDJ Bongz ememezele ukuthi uthenge indawo yobumnandi iViewz Urban Grill neRooftop eThekwini, kodwa uselandelwa…
Read More » -
Ugeqa amagula uMzokoloko ngokuhamba oKhozini FM
Sane Mseleku Owayengumsakazi oKhozini FM uMzokhona (Mzokoloko) Gumede, ugeqa amagula ngokushiya emsakazweni. UMzokoloko ubekhuluma ngokuqashwa kwakhe, ukusebenza kanye nokuphelelwa itoho.…
Read More » -
Kunqamuke imbadada eMachunwini zibambene
Liyah Mseleku Beyidida unwabu imibala ebekuhlobe ngayo ababehambele Ingoma YasemaChunwini eMqamathi, enhla nesifundazwe sakwaZulu-Natal. Amaqembu angaphezu kwagama-35 asine ededelana eshiyelana…
Read More » -
Lishabelele koweGagasi FM ekuhlukaniseni unyaka noMr Magic
Liyah Mseleku Umisiwe umsakazi weGagasi FM uFelix Hlophe osematheni kulezi zinsuku kulandela ukushintshisana ngamazwi empini yomndeni esabelele ezinkundleni zokuxhumana. Kwenzeka…
Read More » -
Kuxabene ubendle kweyokuhlukanisa unyaka kuKhozi FM
Bahle Mkhize Zimb’izinto abaculi abahamba phambili kweyokuhlukanisa unyaka esiteshini somsakazo Ukhozi FM bekhala ngokudliwa kwamandla wabo. Abaculi abakhala ezimathonsi uMafikizolo…
Read More » -
Ubhonga emswaneni uPhuzekhemisi ngokufa kwaDJ Warras
Philasande Luthuli Ubhonga emswaneni umakadebona emculweni kaMaskandi uPhuzekhemisi ngokubulawa ngesihluku kwa-Warrick Stock obaziwa ngo-DJ Warras. UPhuzekhemisi uthi uWarras ubeyisibonelo esihle…
Read More » -
Ushwebile umculi obefuna ukudlela uKhisimusi ekhaya
Aphe Cebekhulu Usazogqunywa ejele umculi waseLimpopo, uLehlogonolo Katlego Chauke, odume ngoShebeshxt emculweni onqatshelwe ibheyili. Umhla ka-18 February 2026 wusuku iNkantolo…
Read More » -
Owamadread phambili kwabafunelwa elokufa kwaDJ Warras
Sane Mseleku Amaphoyisa aseveze ukuthi kunabasolwa abathathu abafunwayo ngokufa ku-DJ Warras. Abakwasidlodlo bathi kwi-CCTV ama-video akhombisa ukuthi abasolwa abathathu bayabandakanyeka…
Read More » -
UWarras ubulewe abokufika kuleli – Ngqongqoshe
Sane Mseleku Obengumsakazi weGagasiFM, nowazakhela udumo kwezobuciko uDJ Warras, uduthsulwe wabulawa. UWarrass (40) nobebuye aziwe kakhulu ngelika Shady Lurka, udutshulwe…
Read More » -
Uvele okokuqala unkosikazi kaKhuzani ngomshado
Uvezwe ngosuku lomshado unkosikazi womculi kaMaskandi uKhuzani Mpungose. Abantu abaningi baqale ukwazi umakoti walesi sihlabani uNonduduzo Mathenjwa okokuqala ngemuva kweminyaka…
Read More »