Ezokungcebeleka
-
UNgizwe uhlekise ngozakwabo oze wamdala engamazi owesifazane enqunu
Liyakhiza Mseleku Umsakazi woKhozi FM uKhathide “Tshatha” Ngobe wangena emsakazweni engakaze alale nomuntu wesifazane (virgin). Lezi zindaba zidalulwe uNgizwe Mchunu…
Read More » -
Kugqame u-Ayanda Ntanzi kwimashi abanye bezivalele
Liyakhiza Mseleku Uzidele amathambo umculi weGospel u-Ayanda Ntanzi eba yingxenye yeMarch and March eThekwini ngoLwesibili. Ebuzwa abezindaba ukuthi akazozidalela yini…
Read More » -
UZee Nxumalo uhlonishwe nezingqalabutho e-Afrika
Umculi odume kakhulu futhi osezuze imiklomelo eminingi, uZee Nxumalo, uyaqhubeka nokukhuphuka ezingeni eliphezulu. Le ntokazi ingene ohlwini oluhlonishwayo lwe-FORBES AFRICA…
Read More » -
Ishiphelene kumsakazi woKhozi FM nesilomo seGospel
Philasande Luthuli Ishiphelene phakathi komsakazi woKhozi FM uZama Mseleku nomculi weGospel uJumbo ababhinqanayo ezinkundleni zokuxhumana. Udweshu lususwe ukungena kwaJumbo esteji…
Read More » -
USgqemeza akasalulaleli nhlobo uKhozi FM
Sihle Mkhize Owayengumsakazi wohlelo lwasekuseni uSipho “Sgqemeza” Mbatha akasalilaleli nhlobo uKhozi FM. Lo msakazi ozwakala engakabhodli kulandela ukungavuselelwa kwenkontileka oKhozini…
Read More » -
Uphume ngebheyili u-Emtee olale ebaliwe
Uphume ngebheyili ka-R1000 umrepha uMthembeni “Emtee” Ndevu ededelwa iMidrand Magistrate’s Court ngoLwesine. Uphuma nje uchithe ubusuku bonke eqhuqhwa amakhaza asebusika.…
Read More » -
IMetro FM Talk ihlabane ngendondo ehlonishwayo emhlabeni
Sindiswa Nxumalo Uhlelo lwezindaba kwiMetro FM, iMetro FM Talk olusakazwa uFaith Mangope seluthole ukuhlonishwa emhlabeni wonke. Lokhu kuza ngemuva kokunqoba…
Read More » -
Kumenyezelwe abanohlonze kwi-Ugu Jazz Festival 2026
Sindiswa Nxumalo Umcimbi ovamise ukuba minyaka yonke Ugu Jazz Festival kulindeleke ukuthi ubuye ngegiya eliphezulu kulokhu. Sekumenyezelwe abaculi nosomahlaya abazobe…
Read More » -
Okusha ‘ngocansi’ lwabalingisi uNirvana noBonko kushuthwa
Aphelele Cebekhulu Inkampani ekhiqiza imidlalo yethelevishini iThe Bomb Production, igcine iphendulile ngezinsolo ezenziwe uNirvana Nokwe-Mseleku, ukuthi wahlukumezwa kuBonko Khoza ngokocansi…
Read More » -
ITheku kweye-International Day of Yoga 2026
Sindiswa Nxumalo ITheku seliphinde laqinisekiswa njengendawo esemthethweni kazwelonke eNingizimu Afrika yokugubha i-International Day of Yoga (IDY) emenyezelwe yinhlangano yezizwe ezimbumba…
Read More »