Izindaba
-
Kuphele ofakazi engakobizwa uKelly kwelokufa kwaMeyiwa
Aphe Gcwabe Luqede emuva kweminyaka emithathu uhlangothi lombuso ecaleni lokuphenya ofakazi ecaleni lokubulawa kaSenzo Meyiwa. Leli cala liqulwa eNkantolo enkulu…
Read More » -
Bamcwiye nobuchopho oyengwe ‘odokotela’ abakhulisa izinqa
Uholelwe oPhathe amahuzu odokotela mbumbulu baqeda ngempilo yakhe owesifazane obefuna ubuhle obengeziwe. Kubikwa ukuthi u-Kaydell oneminyaka engu-37 ubudala osuka e-London…
Read More » -
Kuchitheke izishebo kubafundi kugasela amaphoyisa eNanda
Mbali Mgodeli Angene nezicabha amaphoyisa nezinja kwachitheka izishebo eNanda High School kuvulwa izikole ngoLwesibili. Bese kubikwe kaningana ngokudayiswa kwezidakamizwa nokuhloma…
Read More » -
Luselude ukhalo kwelokuqokwa kobuholi obusha kwi-IFP
Mbali Mgodeli Iqembu lepolitiki iNkatha Freedom Party (IFP) eliholwa uVelenkosini Hlabisa lidalule ukuthi busamile ubuholi. UHlabisa ukusho lokhu kwisithangami sabezindaba…
Read More » -
Uthunywe uphuthu eCator Manor obedubulana namaphoyisa
Liyah Mseleku Abingelelwe ngenhlamvu amaphoyisa nawo aphendula ngayo wasala enkundleni umsolwa eCator Manor, eThekwini. Kulesi sigameko ezikaLt Gen Mkhwanazi ziphume…
Read More » -
EMlaza badla ngo “dli” umhlaba kaMasipala
Mbali Mgodeli Iqulu labantu baseMlaza, eThekwini, lingene ngodli epaki yamathuna eduze nesikhungo semfundo ephakeme iMangosuthu University of Technology lakha imijondolo.…
Read More » -
Amaphoyisa ehlazweni lokuntshontsha insipho
Sphumelele Mjaja Azithele ngehlazo amaphoyisa amabili aboshelwe izinsolo zokutapa insipho nesisebenzi esiqashwe ukuhlanza isiteshi. La maphoyisa asebenzela esiteshini iModimolle, eLimpopo.…
Read More » -
Ibhubhisile ingozi yezimoto idlula nabahlanu eGingindlovu
Liyah Mseleku Bafe ujuqu abagibeli abahlanu okuhlanganisa nezingane ezimbili emgaqweni uR66 Nyezane, eGingindlovu, KwaZulu-Natal. Le ngozi enyantisa igazi ibandakanya imoto…
Read More » -
Iziboshwa eziyingozi eziqathazwe uTrump eSwatini
Izwe laseMelika limemezele ukuthi ifikile indiza kwelase Swatini ekuqaleni kwaleli sonto. Le ndiza ibithwele abantu abebekuleliya zwe ngokungemthetho, kulandela isinqumo…
Read More » -
Kulenga ingidi esangweni iMeya ye-ANC igweva nezikhiye
Liyah Mseleku Bekulenga ukhiye esangweni laMaspala waseMkhanyakude ngoMsombuluko. Kubikwa ukuthi iMeya uCllr Siphile uMdaka weqembu i-ANC liyayele unogada ukuthi angavuleli…
Read More »