Ezokungcebeleka
-
Indumezulu yomcimbi wamaciko eMzumbe
Jerome Thabethe Bazobhema bakholwe abantu baseMzumbe ngoMgqibelo njengoba zizobe zibondiwe kwiRural Artist Development Launch. Konke kuzokwenzeka eNdelu Traditional Court kusukela…
Read More » -
Abakwa Bolt bazobopha usomahlaya ‘obanjwe’ inkunzi
Isikhuni sibuya ngomkhwezeli odabeni lokuthunjwa kwaSimthande Myeza othi wabanjwa inkunzi kwaBolt mhlaka-17 June ngo-8 ebsuku. UBolt ubodla umlilo esitatimendeni uthe…
Read More » -
Inkantolo iyalelele iShowmax ukuvala iziqephu zocansi zikaGigaba
Inkantolo ephakeme iJohannesburg High Court iyalele ukuba kumiswe isiqephu ebesizovezwa ku-Showmax. Lesi siqephu sineziwombe ezidalula impilo yezocansi kaMnuz Malusi Gigaba…
Read More » -
Umlando kwiDurban July amabhinca ehlomula ngemarquee
Kuzoqopheka umlando eThekwini ukuthi kube ne-marquee yamabhinca. Kuzobe kudlalwa futhi kugidelwe nomculo weSintu kwi-Hollywoodbets Durban July yalonyaka ezoba ngomhla ka-5.…
Read More » -
Utholwe eseshonile umculi weJazz obeyonandisa phesheya
Utholwe esethuli eshonile umakadebona emculweni weJazz uFezile “Feya” Faku eBasel, Switzerland ngoMsombuluko. UFeya obeneminyaka engu-63 ubudala ushona nje ubekuchungechunge lwemijikelezo…
Read More » -
Uthunjwe washiywa ngesudi yesele usomahlaya waseThekwini
Philasande Luthuli Ubanjwe yizigebengu zamthumba zantshontsha nemali yakhe usomahlaya wakuleli uSimthande Myeza odume ngelika Maka Thangithini kubalandeli bakhe. Lesi sigameko…
Read More » -
Bancome isibindi sobelingisa kwiScandal osetohoza esitolo
Kwethuse abaningi ukubonakala komlingisi obedlala kuScandal uLerato Nxumalo, eveza ukuthi usesebenza esitolo sokudla. UNxumalo ubeka izinto ngononina emashalofini phesheya kwezilwandle…
Read More » -
Babongele uSelby ukuphuma kuKhozi FM esaphila
Philasande Luthuli Babongele USelby “Selbyonce” Mkhize ngokuphuma kwisikhondlakhondla somsakazo uKhozi FM esaphila. Kuzokhumbuleka ukuthi kulo msakazo kuvame ukuba nezigameko zokushona…
Read More » -
Kusolwa itulo ekubulaleni uR Kelly ophuthunyiswe esibhedlela kukubi
Uphuthunyiswe esibhedlela kukubi umculi odonsayo ejele, u-R Kelly emuva kokudla amaphilisi awanikwe abasebenzi basejele. Lesi silomo sodumo lwengoma esihloko sithi…
Read More » -
Bahambe bengawuvali umlomo osaziwayo eNanda
Linda Ximba BAGODUKE bengawuvali umlomo ngeNanda edume kabi kulezi zinsuku abalingisi abamnkantshubomvu emidlalweni yeshashalazi nethelevishini. Indawo yaseNanda kuphuzwa ngayo itiye…
Read More »