Ezokungcebeleka
-
Ixoxwa ngezithombe eyobuhle bengqephu kwiDundee July
Sihle Mkhize Ixoxwa ngezithombe eyakwiDundee July kwazise ingqephu ibidida unwabu. Ingqikithi isefana ithi i-African Jewel esazoqhubeka eminye iminyaka. Amakhaza abeshubisa…
Read More » -
Abuyela emjolweni Amabhinca nge-EP entsha
Jerome Thabethe Igcagcele esokeni eqenjini lomculo Amabhinca elikhiphe i-EP esihloko sithi Sizophumelela. Leli qembu elishisa bhe libunjwe uSmonyo noMhlengi Mdlalose…
Read More » -
‘Esikhwameni sikaGigaba kwakuhlezi kunebaby oil’
Kuvele amahlazo asamshadweni owabhidlikayo phakathi kwaMelusi Gigaba noNorma Mngoma. Amahlazo wabo anekwe ohlelweni iShowmax okuwuhlelo oludedela amabhomu osaziwayo ababeshadile kodwa…
Read More » -
Amazwi enduduzo kudlula emhlabeni uMadluphuthu
Angena engenile amazwi enduduzo kulandela ukudlula emhlabeni komlingisi wamafilimu amahlaya u-Oscar Mgudlwa. UMgudlwa uzakhele udumo ngelika Madluphuthu efilimini esihloko sithi…
Read More » -
Umsakazi weGagasi FM empini nababukeli bohlelo lwakhe kuTV
Umsakazi weGagasi FM nongusomahlaya uFelix Hlophe useyalele abantu ukuthi abangalubuki uhlelo lwakhe. Kuzokhumbuleka ukuthi uHlophe unohlelo olukhonjiswa kuMzansi Magic iLife…
Read More » -
Uwubeka phansi umbhobho weGagasi FM uMinnie
Ukhethe ukuwubeka phansi umbhobho umsakazi weGagasi FM uMinnie Ntuli osenuka iqaqa kwabaningi ngenxa yodlame analo. Ububhoklolo nobuqhwaga balo msakazi osakaza…
Read More » -
USweet Guluva uphephezelise iflegi lakuleli kwiTop Chart Africa
Usaziwayo wakuleli u-Akhonamathemba “Sweet Guluva” Mbele uphephezelise iflegi lakuleli kwiTop Chart Africa. Le nkampani ibheka okwenzeka ezweni kwezokuxhumana imizuzu nemizuzu…
Read More » -
Ulahlwe amacala angamgweba iminyaka engu-10 ejele uDiddy
Umrepha ophinde abe ngusomabhizinisi emculweni uSean “Diddy” Combs uphunyulile emacaleni anzima abebhekene nayo. Yize kunjalo kulolu hide lwamacala abebekwe wona…
Read More » -
Selimi ngomumo iTheku ukwamukela izivakashi kwiDurban July
Sihle Mkhize Selimi ngomumo iTheku ukwamukela izivakashi ezizobe zithe chithi saka kwiHollywoodbet kwiDurban July. Lo mcimbi okuqhudelana kuwo amahhashi kudlisa…
Read More » -
Uhlonishwe ngeziqu zeDoctorate Degree uPhuzekhemisi
Sihle Mkhize Uhlonishwe ngeziqu zeDoctorate Degree umakedebona emculweni kaMaskandi uPhuzekhemisi ngoMgqibelo eMlaza, eThekwini. UPhuzekhemisi waqala ukuqopha umculo ngo-1988 nge-album esihloko…
Read More »