Sihle
-
Ezokungcebeleka
Imbibizane kwabathela inhlabathi ephalishini likaNgizwe
Liyah Mseleku Ashaye phansi kwashunqa uthuli amalunga enhlangano yabathandana nabobulili obufanayo. Impi yabo noNgizwe Mchunu bese beyithuthele enkampanini edayisa izimoto…
Read More » -
Izindaba
Ingwijikhwebu kwesokunikwa kweSilo isitifiketi
ISilo uMisuzulu kaZwelithini noMengameli wezwe Cyril Ramaphosa bavunwe yinkantolo yokudluliswa kwamacala. Let nkantolo ichithe isinqumo senkantolo eNkulu ePitoli esithi uRamaphosa…
Read More » -
Izindaba
Intululwane yezinhlamvu kudutshulwa usomabhizinisi
Kubatshazwa isihlulu kudutshulwa kubulawa usomabhizinisi nomengameli wephalamende lase-Alexandra, uVincent Ndima, ovukelwe abantu abangaziwa ezintatha zangoMsombuluko. UNdima, odume ngelikaVinny, nomngani wakhe…
Read More » -
Izindaba
Ezintsha ngendida yokufa kwaMthethwa eFrance
Philasande Luthuli UMnyango Wezobudlelwano Namazwe Omhlaba kanye Nokubambisana (i-DIRCO) ukuqinisekisile ukuthi izinhlelo zokungcwatshwa kwenxusa laseNingizimu Afrika eFrance, uNathi Mthethwa ngeke…
Read More » -
Izindaba
Isikhuni sibuye ngomkhwezeli kuNgizwe kwaMai Mai
Liyah Mseleku Zibhekane ngeziqu zamehlo izinduna zakwaMai Mai, eGoli namaphoyisa avimba uNgizwe Mchunu nequlu Iezinsizwa. Le mashi uMchunu uyibize ngokuthi…
Read More » -
Ezemidlalo
Umqeqeshi weChiefs uvuma eyokugoloza kwanozinti
Usematheni unozinti weKaizer Chiefs, uFiacre Ntwari obonakale egoloza ukukhishwa emdlalweni weCarling Cup la leli qmebu ligcince liguqiswe yiStellenbosch FC. Bese…
Read More » -
Ezokungcebeleka
‘Abanamsebenzi walutho obaba bezingane bami’
Sane Mseleku Ushiye angagalazi uKelly Khumalo ebeka amabala obaba bezingane zakhe, ethi bafana nento engekho. Yize esho njalo kodwa ukhiphe…
Read More » -
Izindaba
UMandela obezenza uMsamariya enyakanyakeni
Umzukulu kaNelson Mandela Inkosi uMandla Mandela, ugcinwe amasosha asemanzini Israel ngesikhathi ezama ukuhambisa usizo eGaza. Ngesikhathi ebanjwa ube kwenye yezikebhe…
Read More » -
Ezemidlalo
Usenuka iqaqa uMayo ophuce iChiefs iqatha
Ngemuva kokuba yiqhawe emdlalweni wakhe odlule kwiKaizer Chiefs, uKhanyisa Mayo ube neshwa kowesibili ngoLwesithathu ebusuku. Lo mgadli wazethula ngegoli edlala…
Read More » -
Izindaba
Bavalelwe abokufika beshayela amaloli bengenamaphepha
Sane Mseleku Kuboshwe abantu bokufika abayishumi okuhlanganisa nabashayeli bamaloli kubona. Kwivideo ezungezayo ezinkundleni zokuxhumana uNgqongqoshe wezokuThutha nokuHlaliswa kwabantu uMnuz Siboniso…
Read More »