Sihle
-
Izindaba
Bamnqumele ugwayi katiki uNgizwe Mchunu
Amanda Mjaja IKhomishane yamalungelo abantu iSouth Africa Human Rights Commission (SAHRC) ithi nakamhlola ukuthi uNgizwe Mchunu angashiya angalazi kwabathandana nabobulili…
Read More » -
Izindaba
Sekuyalunga ngesikhungo esizogcina ‘amaphara’
Amanda Mjaja UMasipala waseThekwini usuqinisikise ukuthi lolu suku lweWorld Homeless Day oluthathwa njengalwabantu abangenamakhaya lulokoza inhlansi yethemba kwabaswele. ISekela leMeya…
Read More » -
Ezemidlalo
Igcagcele esokeni kuJessica Motaung
Umsunguli nosihlalo weKaizer Chiefs uKaizer Motaung usezwakalise ukuziqhenya okukhulu kulandela ukuqokwa kwendodakazi yakhe uJessica Motaung esikhundleni esiphezulu kwi-Fifa. Uqokelwe kwi-Fifa…
Read More » -
Ezemidlalo
Zibondiwe kwi-KZN Super League Grand Finale
Amanda Mjaja Ikhalenda lezemidlalo KwaZulu-Natal ligcwele injabulo njengoba i-KZN Super League Grand Finale ithulwe ngokusemthethweni namuhla eThekwini. Ngokusho kukaNgqongqoshe wezeMidlalo,…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Iminjunju kumsakazi ebuzwa yingane ngokuba umahlalela
Amanda Mjaja Isilomo sowayengumsakazi weKaya FM uSol Phenduka uzwakalise ukukhathazeka ngokuthi ingane yakhe encane isiyazi ukuthi akasatohozi. UPhenduka obebambisene ekushayeleni…
Read More » -
Ezezimoto
Izigidi engcupheni yezincwadi zokushayela
Sihle Mkhize Bangaphezu kwesigidi abashayeli abajahe unqamlajuqu wokuvuselela izincwadi zokushayela njengoba ziphelelwa yisikhathi ekupheleni kwenyanga ka-October. Abe Traffic Management Corporation…
Read More » -
Izindaba
AmaWhatsApp omjolo kagogo we-ANC (65) noBen 10
Liyah Mseleku Sekusabalele amahlebenzi anekela izwe ngoNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi, uSisisi Tolashe (65). Lo Ngqongqoshe weqembu i-ANC kuvele ukuthi uthandana nomeluleki…
Read More » -
Business
Kucetshwe abokufika kumbuthano wosomabhizinisi e-ICC
Sihle Mkhize Kuhlangene osomabhizinisi abadayisa emgaqweni nabanini bezipaza ukuzobhunga ngenqubekela phambili emabhizinisini e-ICC eThekwini. Labo somabhizinisi abaqhamuka ezingxenyeni ezahlukene zaleli…
Read More » -
Izindaba
Ibhixene kuvela uMkhwanazi ePhalamende
Aphelele Cebekhulu Akwaziwa ukuthi kuyogcinaphi njengoba kubukeka sengathi akuzohamba ngendlela obekulindelekile ngayo kwiAd Hoc Committee. Kuleli Komiti kuvele kulo uKhomishana…
Read More » -
Izindaba
I-Oparations Gijima ikhuculule abokufika abangena twa
Philasande Luthuli Bakhalelwe amasongo kaSigonyela abalisa abahlanu bokufika kuleli abatholakale bengenawo amaphepha abagunyaza ukuba kuleli ngokusemthethweni. Balale bebaliwe izolo ngesikhathi…
Read More »