Sihle
-
Izindaba
Uzobhadla ejele usayitsheni othume uphuthu umyeni
Amanda Mjaja Uzogwetshwa ngomhla ka -1 December 2025 uSergant Kate Lindiwe Hlongwane (45) ngokutholakala necala lokubulala umnyeni wakhe. Inkantolo ephakeme…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Izihambeli zomhlaba kweYoga kaPrince Mabheka
Liyah Mseleku ISivananda World Peace Foundation ijabule ifile ukwazisa izwe ukuthi kulo mcimbi wakulo nyaka weYoga uzobe uhanjelwe uNobhala jikelele…
Read More » -
Ezezimoto
ISuzuki Swift ifike njengentombi entsha endaweni
Ngeney’ntwen Mkhize Sengike ngaba nethuba lokuvivinya izingqovungqovu kodwa kulokhu kube yintokozo ukuzithola ngigijima ngomncanyana osey’ntwen futhi owongayo. La ngikhuluma ngeSuzuki…
Read More » -
Ezemidlalo
Ungayiphani iBafana Bafana?
IBafana Bafana iqophe umlando ibuyela eNdebeni yoMhlaba okokuqala kusukela ngo-2010 ngesikhathi lo mqhudelwano usingethwe kuleli. Leli qembu likaHugo Broos ligingqe…
Read More » -
Ezemidlalo
Kuhoxe isithenjwa somdlali kwiBafana Bafana
Umgadli weStellenbosch FC, u-Ashley Cupido, usebizelwe kwiBafana Bafana ngemizuzu yokugcina ngaphambi komdlalo omqoka wangoLwesibili ebusuku. Kulo mdlalo wokuhlungela iNdebe yoMhlaba…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Ingwiji ngomcebo kwidivosi ka-Akon
Kuphuzwa ngayo itiye umhlaba wonke eyesihlabani somculo weR&B u-Akon osolwa ngokuthi ushaye ngemfe iphindiwe umkakhe uTomeka Thiani obemdivosa. Kuthiwa unkosikazi…
Read More » -
Izindaba
Ubhokodwe yintombi ngommese efohla
Bahle Mkhize Usathuthumela intukuthelo umphakathi waseDuduza, East Rand, eGoli kulandela ukubulawa ngesihluku kwaMnuz Banele Sibiya (31) ebulawa yintombi yakhe. Imibiko…
Read More » -
Izindaba
Kuzingelwa owePolo ongqokloze iphoyisa leCrime Intelligence
Liyah Mseleku Uzingelwa njengenyamazane owesilisa odubule wabulala iphoyisa ebelingekho emsebenzini. UConstable Sbonelo Ngidi ubesebenza ngaphansi kweCrime Intelligence kwiSAPS. Ngokombiko, uNgidi…
Read More » -
Izindaba
Ubumayemaye inkabi idubula owamakhaza enomndeni
Siqhuma phezulu namanje isililo emndenini kaMnuz Zwelibanzi Mchunu (44) eNtiyane, eMbumbulu, odutshulwe wabulawa yindoda engaziwa kwakhe. Kubikwa ukuthi umsolwa uqede…
Read More » -
Ezemidlalo
Konke sekuncike emkhulekweni kwiBafana
Ukudlala ngokulingana kweBafana Bafana neZimbabwe sekuvele kwayiqansisa indlela yayo ebheke eNdebeni yoMhlaba ngonyaka ozayo. Ngesikhathi iBafana ihluleka ukunqoba, iBenin yona…
Read More »