Ezemidlalo
-
Izinhlelo zedili likamkhipheni iBafana ibheke kwiWorld Cup
Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos uhlela idili ikamkhipheni lokujabulela ukungena kweBafana Bafana eNdebeni yoMhlaba okokuqala kusukela ngo-2010. Ukusho lokhu ngemuva…
Read More » -
Awukho umgqomo wokulahla umuntu kwiBafana
Umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, useqinisekise izinguquko ezimbalwa eqenjini lakhe ngaphambi kwemidlalo yokuhlungela iNdebe yoMhlaba. Lo mqeqeshi waseBelgium ukuqinisekisile ukuthi…
Read More » -
Umlando uNkotha ebhakuzisa inethi kowokuqala
Kuyachwaza ezinkundleni zokuxhumana abalandeli baMohau Nkota nabathandi bebhola eNingizimu Africa bemjabulela ukushaya igoli lokuqala le-Al Ettifaq. UNkotha uyibhakuzise inethi ngesikhathi…
Read More » -
Zivovane inkani eFNB kwangabakhona egoba uphondo
Kugqame USibongiseni “Ox” Mthethwa emdlalweni obuphakathi kweKaizer Chiefs neMamelodi Sundowns eFNB stadium. Ugcine eqokwa eba umdlali ovelele ezakhe zibambana ngo…
Read More » -
UCardoso ubike izaba edliwa i-Orlando Pirates
ISundowns iphinde yasala esigabeni semidlalo eyandulela owamanqamu kwiMTN8 ngesikhathi ihlulwa yi-Orlando Pirates ngo 4-1 sekukhahlelwa amaphenathi ngoMgqibelo. ISundowns iwuqale kahle…
Read More » -
Uthole ukuphefumula u-Ouaddou kunqoba iPirates okokuqala
IPirates inqobe okokuqala emidlalweni yeBetway Premiership ishaya iStellenbosch FC ngo 1-0 e-Orlando Stadium ngoLwesithathu ebusuku. Kube yigoli likaKamogelo Sebelebele alishaye…
Read More » -
Injabulo ibuzwa ePhefeni inqoba kulandelana
IKaizer Chiefs ijabulise abalandeli inqoba ngo 1-0 ishaya iRichards Bay FC emdlalweni wayo wesithathu weBetway Premiership. Lo mdlalo bewuseFNB Stadium…
Read More » -
Isililo kushona owayengaconsi phansi kwiBucs neZim
Kugcine kumenele owayengumdlali ongaconsi phansi kwi-Orlando Pirates eminyakeni edlule futhi ongowokuzalwa eZimbabwe. Izindaba zokushona kukaTenadi Ndoro zivele ngoMsombuluko ebusuku, kanti…
Read More » -
Kwenzeke okungalindelekile ngamathikithi eMTN8
Adayise aphela kusasele izinsuku ezinhlanu amathikithi omdlalo obhekwe ngabomvu ozoba seLucas Moripe Stadium ngoMgqibelo. Lo mdlalo uzokhipha inkunzi eyodlala owamanqamu…
Read More » -
USebelebele uthele inhlabathi ephalishini leSundowns
IMamelodi Sundowns ibambane ngo 1-1 ne-Orlando Pirates emdlalweni womlenze wokuqala kweyandulela owamanqamu kwiMTN8. Lo mdlalo bewuse-Orlando Stadium kanti iSundowns ihambe…
Read More »