Ezemidlalo
-
Kukhalwa ‘ngondlovukayiphikiswa’ uDr Irvin Khoza kwiPSL
UMengameli weqembu elidlala kuMotsepe Foundation Championship, uDavid Thidiela, usekhwele wadilika kusihlalo wePSL uDr Irvin Khona. UThidiela ubeyilunga lePSL’s Board of…
Read More » -
Uhlabene ngoR300 000 owesifazane koweHyundai noSPAR
Sihle Mkhize I-Hyundai Automotive South Africa, yakhe ubudlelwano obunezithelo ezinhle ne-SPAR Grand Prix Series nokuzoyenza iqhubeke ibe semehlweni abantu. Kwimijaho…
Read More » -
Kwale ukwenza kwiBay iPirates idlula ngehubo
IMoses Mabhida Stadium ibinyakaza ngoMgqibelo ngesikhathi i-Orlando Pirates inqoba ngo 1-0 ihlula iRichards Bay FC ukuze ingene kowamanqamu kwiCarling Knockout.…
Read More » -
IPirates engagayelwe mphako igoduke nagcwele eThekwini
I-Orlando Pirates igxume yeqa iKaizer Chiefs yadlulela endaweni yesibili kwilog yeBetway Premiership. Lokhu kwenzeke ngemuva kokunqoba kwayo ngo 3-1 ihlula…
Read More » -
Ikhombise ubungozi iChiefs ibhubhudla i-Orbit
Bebethelwe ngezibonkolo abadlali abasebancane beKaizer Chiefs osekunesikhathi kubhekwe ukuthi bafukule leli qembu. Namhlanje babe wisizo olukhulu leli qembu lishaya i-Orbit…
Read More » -
IDurban City iwafuna ephelele kwiChiefs
Morgan Ngwazi Umqeqeshi weDurban City FC, uGavin Hunt, uthi ukuqonda kahle ukuthi iKaizer Chiefs inabalandeli abaningi eThekwini angeke bazithele ngabandayo.…
Read More » -
Ithobe izinhliziyo eziphukile iPirates inqoba
I-Orlando Pirates igcine ikwazile ukwenza kahle kwiCarling Knockout Cup — idlulela kweyandulela owamanqamu okokuqala ngqa selokhu lo mqhudelwano wethulwa kabusha…
Read More » -
AwaseMzansi nomyalezo oshubile ebhubhudla izimbangi
IKaizer Chiefs ikhombise izinhloso zayo ngokudlala kahle esiwombeni sokuqala ibhekene neqembu laseDR Congo i-AS Simba eDobsonville Stadium ngeSonto ntambama. Amakhosi…
Read More » -
Izinkunzi zaseSoweto zikhishwe esibayeni sezithembile
Ikhishwe sekukhahlelwa amaphenati i-Orlando Pirates, uYanela Mbuthuma egeja iphenathi yokugcina okuyenze yasala esigabeni sokuhlunga. Ihlulwe yiSt Eloi Lupopo ngo 5-4…
Read More » -
Inameva indlela ye-Orlando Pirates kwiCaf
Indlela ye-Orlando Pirates ebheke esigabeni samaqoqo kwiCaf Champions League seyithanda ukuqansa. Lokhu kuza emuva kokuthi ezika-Abdeslam Ouaddou zibuye nenduku yombangandlala…
Read More »