Izindaba
-
Ibhixene kuvela uMkhwanazi ePhalamende
Aphelele Cebekhulu Akwaziwa ukuthi kuyogcinaphi njengoba kubukeka sengathi akuzohamba ngendlela obekulindelekile ngayo kwiAd Hoc Committee. Kuleli Komiti kuvele kulo uKhomishana…
Read More » -
I-Oparations Gijima ikhuculule abokufika abangena twa
Philasande Luthuli Bakhalelwe amasongo kaSigonyela abalisa abahlanu bokufika kuleli abatholakale bengenawo amaphepha abagunyaza ukuba kuleli ngokusemthethweni. Balale bebaliwe izolo ngesikhathi…
Read More » -
Ingwijikhwebu kwesokunikwa kweSilo isitifiketi
ISilo uMisuzulu kaZwelithini noMengameli wezwe Cyril Ramaphosa bavunwe yinkantolo yokudluliswa kwamacala. Let nkantolo ichithe isinqumo senkantolo eNkulu ePitoli esithi uRamaphosa…
Read More » -
Intululwane yezinhlamvu kudutshulwa usomabhizinisi
Kubatshazwa isihlulu kudutshulwa kubulawa usomabhizinisi nomengameli wephalamende lase-Alexandra, uVincent Ndima, ovukelwe abantu abangaziwa ezintatha zangoMsombuluko. UNdima, odume ngelikaVinny, nomngani wakhe…
Read More » -
Ezintsha ngendida yokufa kwaMthethwa eFrance
Philasande Luthuli UMnyango Wezobudlelwano Namazwe Omhlaba kanye Nokubambisana (i-DIRCO) ukuqinisekisile ukuthi izinhlelo zokungcwatshwa kwenxusa laseNingizimu Afrika eFrance, uNathi Mthethwa ngeke…
Read More » -
Isikhuni sibuye ngomkhwezeli kuNgizwe kwaMai Mai
Liyah Mseleku Zibhekane ngeziqu zamehlo izinduna zakwaMai Mai, eGoli namaphoyisa avimba uNgizwe Mchunu nequlu Iezinsizwa. Le mashi uMchunu uyibize ngokuthi…
Read More » -
UMandela obezenza uMsamariya enyakanyakeni
Umzukulu kaNelson Mandela Inkosi uMandla Mandela, ugcinwe amasosha asemanzini Israel ngesikhathi ezama ukuhambisa usizo eGaza. Ngesikhathi ebanjwa ube kwenye yezikebhe…
Read More » -
Bavalelwe abokufika beshayela amaloli bengenamaphepha
Sane Mseleku Kuboshwe abantu bokufika abayishumi okuhlanganisa nabashayeli bamaloli kubona. Kwivideo ezungezayo ezinkundleni zokuxhumana uNgqongqoshe wezokuThutha nokuHlaliswa kwabantu uMnuz Siboniso…
Read More » -
Umyalezo oshaqisayo othunyelwe uNathi Mthethwa kunkosikazi
Sihle Mkhize UNkosikazi wenxusa lakuleli eFrance uPhilisiwe Buthelezi uthi uthole umyalezo kumyeni wakhe uNathi Mthethwa exolisa ethi ufuna ukuzibulala. Lo…
Read More » -
‘Awazokuba nazwelo amaphoyisa amasha kwiziphulamthetho’
Sihle Mkhize Aphothulile amathwasa amasha azobhekana nomsebenzi wokubhekana ngqo nezephulamthetho emgaqweni yakwaZulu-Natal. NgoLwesine inkundla i-Athletic, eMgungundlovu ibisakhakhi kuthe shaye la…
Read More »