Izindaba
-
Obexakwe izinkinga zaDecember uziphonse kwiloli
Liyah Mseleku Owesilisa obesexakwe impilo ukhethe ukuzifaka ngaphansi kweloli waqeda ngempilo yakhe. Lesi sigameko esithuse abaningi senzeke emgaqweni uR102 uma…
Read More » -
Udilikajele kodlwengule esinye isiboshwa
Philasande Luthuli Iziphathimandla kwezomthetho kuleli zithi ncinci kaMjoli ngokuphuma kwesigwebo sadilikajele kowesilisa (57) ovele odonsayo ejele. Lesi siboshwa sigwetshe udilikajele…
Read More » -
Lugobile uphondo eHonchos eqasha abokufika
Liyah Mseleku Lugcine lugobile uphondo kwiziphathimandla zezitolo ezidayisa inyama yenkukhu echochobalisiwe iHonchos. Abakwa Honhcos bagcine bevumile ukuthi baqashe abantu bokufika…
Read More » -
Kubulawe (4) abanye baboshwa bephantela uKhisimusi
Aphelele Cebekhulu Amaphoyisa asebenza ngaphansi ngophiko uLundi Tactical Response Team (TRT), abophe abasolwa abathathu abaneminyaka ephakathi kuka-50 no-61 ubudala eMakhasaneni,…
Read More » -
Isexwayiso esishubile enkosini uZondi kwabathuka iSilo
Bahle Mkhize INkosi yaseMzinyathi uMalusi Zondi, ukhiphe isexwayiso esishubile kulabo abasebenzisa izinkundla zokuxhumana ukuchapha ngenhlamba iSilo uMisuzulu KaZwelithini. UZondi uthi…
Read More » -
Kubanjwe izinhlokohlela zezibhamu zisuka eMlaza
Aphelele Cebekhulu Kuboshwe umsolwa oyedwa oneminyaka engu-35 ubudala eThekwini, eVurulam, etholakala nezinhlokohlela zezibhamu emotweni nempahla yokwebiwa. Amaphoyisa abike ukuthi abenkampani…
Read More » -
Uzincengele ngokuncelisa evuka ezimobeni
Ubonga impilo owesifazane obekulalwa kungalelwe ebhekwa njengoba ubeduke ngoMgqibelo eya enxanxatheleni yezitolo kwaMnyandu. Lo wesifazane ochazwe ngoLulama nohlala elokishini laseMlaza…
Read More » -
Iminyaka esejele obulale indodana (6) eyigeza
Morgan Ngwazi Inkantolo yesiFunda eFree State, eBloemfontein, igwebe uTshwarelo Tshilwane iminyaka engu-20 ebhadla ejele. Ugwetshwe ngecala lokubulala indodana yakhe eneminyaka…
Read More » -
Ulalelwe unyendle wabulawa ngesihluku
Morgan Ngwazi Owesifazane oneminyaka engu-26 ubudala ubulawe ngesihluku ngoLwesihlanu ebusuku eqeda ukwehla emotweni nodadewabo. Lesi sigameko esishaqisayo senzeke e-Alexandra, eGoli,…
Read More » -
Ubulawe ngoyaba lwezinhlamvu usomatekisi
Philasande Luthuli Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi oneminyaka engu-51 ubudala ekhoneni likaPython noPricklepear Road eWaterloo, KwaZulu-Natal, ekuseni ngoLwesihlanu. Kubikwe ukuthi umufi ubekade…
Read More »