Sihle
-
Izindaba
Olwamanqamu kwiNFP noMbali Shinga
Morgan Ngwazi Kubhekwe ngabomvu isithangami sabezindaba ngoLwesihlanu mayelana ngodaba oluthinta iqembu i-National Freedom Party (NFP) noSihlalo wesifundazwe uMbali Shinga. UMengameli…
Read More » -
Izindaba
Utholwe esebanda umshayeli we-Ehailing obedukile
Morgan Ngwazi Utholwe eseshonile umshayeli we-E-Hailing, uMuzaffar Saib, okubikwa ukuthi ulahlekile ngemuva kokungabuyi ekhaya. USaib obehlala eWhetstone, ePhoenix, eThekwini, ugcine…
Read More » -
Izindaba
Babhadanywe neziqhumane abaseZim
Morgan Ngwazi Abasagcini nje kuphela ngokungena ngokungemthetho abantu abavela eZimbabwe kodwa abanye babo sebeshushumbisa neziqhumane kuleli. Lokhu kuhlaluke ngesikhathi ithimba…
Read More » -
Izindaba
Kuqothwe ngenhlamvu abanye abasolwa eNanda
Liyah Mseleku Sesiphinde sakhala isibhamu kwahamba imphefumulo emibili esifundazweni sakwaZulu-Natal. Kulesi sigameko bekugagaziswana ngenhlamvu amaphoyisa nabasolwa ababili. Laba solwa babulawe…
Read More » -
Izindaba
UQamba uqale unyaka eqhoqhobele kwaHyundai
Sihle Mkhize Uqale unyaka eshayela phezulu uMnuz Siya Qamba ogixabezwe ngesikhundla sokuba yiRegional Manager eGauteng East Region. Zikhwela kuQamba nje…
Read More » -
Izindaba
Amaphoyisa aqede ngempilo yobefunelwa abucayi
Philasande Luthuli Uyiswe kwagoqanyawo umsolwa obesatshiswa okwenyoka nobefunelwa amacala okubamba inkunzi izimoto zemali nokuqotha abantu ngenhlamvu. Amaphoyisa asesifundazweni iKwaZulu-Natal avumile…
Read More » -
Izindaba
Awukholwa umndeni wasomabhizinisi obulawe amaphoyisa
Morgan Ngwazi Amaphoyisa aseKZN adubule abulala abasolwa ababili ebebefuwa uthuli ngoMsombuluko ekuseni. Lesi sigameko senzeke ezintatha zangoMsombuluko eMargate ogwini oluseNingizimu…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Ugeqa amagula uMzokoloko ngokuhamba oKhozini FM
Sane Mseleku Owayengumsakazi oKhozini FM uMzokhona (Mzokoloko) Gumede, ugeqa amagula ngokushiya emsakazweni. UMzokoloko ubekhuluma ngokuqashwa kwakhe, ukusebenza kanye nokuphelelwa itoho.…
Read More » -
Izindaba
UPrince Mabheka ohambweni lwaseKhenana noNyazi
Sihle Mkhize USihlalo weSivananda World Peace Foundation uMnuz Prince Ishwar Ramlutchman Mabheka Zulu ube ngomunye oqwale intaba yaseKhenana eholwa Inkosi…
Read More » -
Ezemidlalo
Aphelile amaphupho eBafana kwi-Afcon
Umdlalo uphele sekuvele kuqalile ukukhombana nokusolana eNingizimu Afrika kulandela ukuthi iBafana Bafana ikhishwe kwi-Africa Cup of Nations (Afcon). IBafana ishaywe…
Read More »