Sihle
-
Izindaba
Lisinde ngokulambisa iphoyisa lidutshulwa esifubeni
Morgan Ngwazi Lisinde ekufeni iphoyisa lase-Eastern Cape, ngesikhathi lisizwa ivesti lokuvikela ukuthi ingangeni inhlamvu. Leli phoyisa lisinda ngokulambisa nje bebetholene…
Read More » -
Izindaba
Bekuphume nesinedolo emcimbini wabaphila nokukhubazeka
Sihle Mkhize Bekuphume nesinedolo emcimbini womculi ophila ngokukhubazeka uKing Lwah obubanjelwe ehholo lomphakathi, eLovu kwaB, ngoLwesibili. Kulo mcimbi bekukhona intsha…
Read More » -
Izindaba
Incwadi efungelwe kaDuduzile ngabalwa impi eRussia
Indodakazi kaMnuz Jacob Zuma, uDuduzile Zuma-Sambudla usevulele icala uRhulani Khoza ngokumkhohlisa ngohlelo lokuyisa abantu abangu-17 eRussia beyoqeqeshelwa. Lokhu ukwenze emuva…
Read More » -
Izindaba
Kufunwa uMavundla (29) oklinye umshana (9) wabaleka
Liyah Mseleku Amaphoyisa asesifundazweni iKwaZulu-Natal ecela uMsamariya onesihawu ongase abasize ngomkhondo kaSduduzo Mavundla (29). Lo msolwa ufunelwa icala lokuzama ukubulala…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Kuzobe kumanzi phansi koweDrakensberg Extravaganza
Morgan Ngwazi Kuzobe kumanzi phansi emcimbini we-Drakensberg Extravaganza Music Experience oqondaniswe nomdlalo wamanqamu weCarling Knockout Cup phakathi kwe-Orlando Pirates noMarumo…
Read More » -
Izindaba
Kutholakele isidumbu soyedwa kwabathathu emfuleni
Bahle Mkhize Sekutholakele isidumbu soyedwa kwabathathu abamuke nezikhukhula zomfula Injesuthi, eMshwati, eMgungundlovu. Iningi labantu abakhahlamezekile abokufika kuleli. Amathimba okubalwa iHuman…
Read More » -
Izindaba
Idungamuzi emndenini kaZuma ubophana
Morgan Ngwazi Uhlukane phakathi umndeni kowayenguMengameli uMnuz Jacob Zuma. Lokhu kuza emuva kokuthi uNkosazana Bongamini Zuma-Mncube esole udadewabo uDuduzile Zuma-Sambudla…
Read More » -
Izindaba
Simanzonzo isimo kubulawa uthisha esikoleni
Simanzonzo isimo eKayamandi Primary School kulandela ukudutshulwa kubulawe uthisha oneminyaka engu-54 ubudala. Umufi kuthiwa ubephinde abe nguNobhala wesikole. Lesi sigameko…
Read More » -
Izindaba
Ishiye kukhalwa imvula enamandla kulahleka (3)
Zishiye kukhalwa izimvula ezinamadla ebezihlasele isifundazwe sakwaZulu-Natal namaphethelo kule mpelansonto esiphuma kuyo. Phakathi kwezinye izindawo okudaleke umonakalo kuzo kubalwa eMshwathi,…
Read More » -
Izindaba
Amaphoyisa angqokloze ngenhlamvu obekhishwe ngebheyili
Aphelele Cebekhulu Amaphoyisa amthele othulini umsolwa ovele wanyamalala wangaziwa ngesikhathi esadedelwe ngebheyili. Ubeboshelwe amacala ahlanganisa elokubulala, ukubamba inkunzi kuhlonyiwe nokuthumba.…
Read More »