
Izindaba
Umlando eMsinga i-IFP yemukela amalunga eMK Party
Beyigcwele phama inkundla yezemidlalo eMzisho, eMsinga izolo ngesikhathi uMogameli weqembu le-IFP uMnuz Velenkosini Hlabisa kuSiyanqoba Rally.
UMongameli uNgotsha uqale ngokuyovula ihhovisi leNkatha eSolomon Linda wase edlulela eMzisho Stadium, nokuyilapho bekumcimbi kaSiyanqoba.
UMongameli uhlabisa kanye noSihlalo wesinyingi eMsinga uZamokwakhe Duze bamukela inqwaba yabantu abavela eqinjini leMK Party.
Libukeka lizodla umhlanganiso iqembu leNkatha eMsinga, kuzokhumbuleka ukuthi loMasipala yilokhu waphathwa iFP alikho iqembu elake laphatha.



