Izindaba
-
Usematheni uMnyango ngabokufika abangu-457 ‘abanezimvumo’
Liyakhiza Mseleku Kubatshazwa iDepartment of Home Affairs eKZN ekuthiwa ikwaze ukuhlonza abantu abavela ngaphandle abangu-457 ukuthi banezimvumo. Kwatholakala ababili kuphela…
Read More » -
Ilengela eweni impilo kaPhakel’mthakathi
Sindiswa Nxumalo Omunye wabaholi beMarch and March uPhakel’mthakathi Ndabandaba useyazibamba ukuya kwamanye amamashi ngenxa yokusabela impilo yakhe. UPhakela akakwazanga ukuba…
Read More » -
Isibindi kowesifazane ‘obewudokotela’ engenaMatric
Liyakhiza Mseleku Ushaqekile umphakathi waseHarding, eningizimu nesifundazwe saKwaZulu-Natal nabasebenzi base St Andrews Hospital. Lokhu kulandela ukubanjwa kwadokotela mbumbulu wesifazane obesebenza…
Read More » -
Uzolala ubuthongo obehlala endlini evuzayo
Philasande Luthuli Kufezeke iphupho leminyaka kowesimame okhulisa ingane ekhubazekile eMganwini eMdletsheni. Lo wesifazane onyelwe inyoni esandleni unikwe izikhiye zendlu kanokusho…
Read More » -
Bekungathi kudlala ifilimu amaphoyisa eqotha abathathu
Bahle Mkhize Asekuphindile lokho amaphoyisa aseThekwini edubula ebulala abasolwa abathathu ebabulala. Laba basolwa bazimbele igodi ngokugadla kuqala ngesikhathi behujwa eMariannhill,…
Read More » -
Kunuke umsizi amaphoyisa edubula abokufika eThekwini
Sihle Mkhize Bazolala bengayithandi indaba abantu bokufika abebeqhinqe eDurban Central Police Station befuna ukuvikelwa amaphoyisa ngenkani. Abakwasidlodlo babadubule ngezinhlamvu zenjoloba…
Read More » -
UPhakel’mthakathi uvume eyokuthanda intombi yaseZim
Sindiswa Nxumalo Omunye wabaholi beMarch and March uPhakel’mthakathi Ndabandaba usegeze igama lakhe ezinsolweni zokuthandana nowesifazane ongenawo amaphepha amvumela ukuba kuleli.…
Read More » -
Zimb’ izinto kwabebedlisa kwabesifazane ngezibhamu
Sindiswa Nxumalo Baphendukelwe umsamo abesilisa abanikeze abasefazane okusolakala ukuthi izintombi zabo izibhamu. Akugcinanga lapho njengoba laba besifazane bekubobakala bedlala ngazo…
Read More » -
UBrown Mogotsi uzochitha impelasonto esitokisini
Philasande Luthuli Ulale ebaliwe uMnuz Brown Mogotsi obeqeda nje kwethula ubufakazi kwiKhomishana kaMadlanga. Zimkhalela ebesebheke ekhaya eNorth West kusihlwa ngoLwesihlanu.…
Read More » -
Uzolala ekhaya u-Adams odedelwe inkantolo
Liyakhiza Mseleku Kufuze ukuthi uzohlelelwa indiza ebheke ekhaya uMnuz Fadiel Adams, ongumholi weNational Coloured Congress (NCC), ophinde abe yilunga lePhalamende.…
Read More »