Sihle
-
Izindaba
Ubengamazi uyise odubuleke kubanjwa isitolo sobucwebe
Uphithene amakhanda umndeni wowesilisa waseKuvukeni, eMnambithi, odubuleke washona kade kutholene phezulu ngenganono onogada nezinswelaboya esitolo sobucwebe. Ngokombiko weZindaba Zomphakathi umufi,…
Read More » -
Izindaba
‘UKhomishana wamaphoyisa ubehambisela ukudla uMolefe ejele’
Philasande Luthuli Khomishana wamaphoyisa eSedibeng uBrig Mbangwa Nkhwashu wayelethela ukudla nezingubo uKatiso “KT” Molefe ngesikhathi eboshiwe. Lobu bufakazi buthulwe ngoLwesithathu…
Read More » -
Izindaba
Uyalelwe ukukhokha izigidi uZuma ekhala ngaphansi
Aphe Cebekhulu Uyalelwe ukuthi akakhokhe imali engango R28.9 million okuyizindleko zenkantolo lowo owayengumengameli wakuleli uMnuz Jacob Zuma. Inkantolo iGauteng High…
Read More » -
Izindaba
Izinguquko ezinqala kumaMapanyaza agxekwe uMkhwanazi
Kwenzeke zinguquko ezingajwayelikele uhulumeni waseGauteng oholwa undunankulu uMnuz Panyaza Lusufi ehlakaza amaPanyaza. AmaPanyaza uhlaka elasungulwa ngonyaka ka-2003 ngenhloso yokulwa nobugebengu.…
Read More » -
Izindaba
Ingebhe kusabalala ivideo umfundi ehlanganyelwa yiqulu
Philasande Luthuli IVideo esisabalele ezinkundleni zokuxhumana ikhombisa umfundi wakwa Grade 10 eMilnerton High School, eshaywa yiqulu labanye abafundi isilethe ukukhathazaka…
Read More » -
Izindaba
UR110 M wabakhokhi bentela kuvuselelwa iSishayamthetho
Akusensuku zatshwala kuvulwe isiShayamthetho esidala saKwaZulu oLundi. UNdunankulu wakulesi sifundazwe uThami Ntuli uhole umcimbi wokuvulwa ngokusemthethweni umsebenzi wokulungisa nesizodla u-R110…
Read More » -
Izindaba
Ubugingqigingqi bezidumbu eKZN amaphoyisa ebulala abasolwa
Liyah Mseleku Kudutshulwe kwabulawa abasolwa ababili ngesikhathi amaphoyisa asesifundazweni saKwaZulu-Natal enomkhankaso wokufuna abasolwa abayingozi. Lo mkhankaso ubuselokishini esiseningizimu yeTheku uMlaza.…
Read More » -
Izindaba
Kuvele igama likasomatekisi obesatshwa kwiKhomishini
Kuvele igama likasomatekisi obesatshiswa okwenyoka uZanemvula “King Mswati” Msibi kuMadlanga Commission eqhubekayo ePitoli. UMsibi kuvela ukuthi wayesolwa ngoxhaxha lwamacala ayingozi…
Read More » -
Izindaba
Kutholakale isidumbu sidindilizile sinqunu
Sane Mseleku Kutholakale isidumbu esinqunu sowesilisa esikhwameni silahliwe eduze nomgwaqo, ePhoenix, eThekwini ngoMsomhuluko ntambama. Onogada benkampani iReaction Unit South Africa…
Read More » -
Ezokungcebeleka
Kuvuke usawoti ogqokweni kokuhlukanise uBlack Coffe no-Enhle
Bahle Mkhize Kuvuke izinsolo ezimbi zokungathembeki ebudlelwaneni kwaBlack Coffe osanda kuhlukanisa nonkosikazi wakhe u-Enhle Mbali Mlotshwa. Lezi zinsolo zivuswe uMusa…
Read More »