Ezokungcebeleka
-
Bekuheleza umoya wobumbano kwiYoga
Sihle Mkhize Yibe impumelelo indumezulu yomcimbi weYoga obuseZululand Yacht Club ngoMgqibelo. Lo mcimbi wakulo nyaka weYoga ubuhanjelwe unobhala jikelele weDivine…
Read More » -
UKhuzani embangweni wezindondo zomhlaba
Amanda Mjaja Uqokelwe imiklomelo emibili emcimbini i-Hollywood and African Prestigious Awards 2025, eLos Angeles, umculi kaMaskandi uKhuzani Mpungose. Uqokwe kwiBest…
Read More » -
Izihambeli zomhlaba kweYoga kaPrince Mabheka
Liyah Mseleku ISivananda World Peace Foundation ijabule ifile ukwazisa izwe ukuthi kulo mcimbi wakulo nyaka weYoga uzobe uhanjelwe uNobhala jikelele…
Read More » -
Ingwiji ngomcebo kwidivosi ka-Akon
Kuphuzwa ngayo itiye umhlaba wonke eyesihlabani somculo weR&B u-Akon osolwa ngokuthi ushaye ngemfe iphindiwe umkakhe uTomeka Thiani obemdivosa. Kuthiwa unkosikazi…
Read More » -
Iminjunju kumsakazi ebuzwa yingane ngokuba umahlalela
Amanda Mjaja Isilomo sowayengumsakazi weKaya FM uSol Phenduka uzwakalise ukukhathazeka ngokuthi ingane yakhe encane isiyazi ukuthi akasatohozi. UPhenduka obebambisene ekushayeleni…
Read More » -
Imbibizane kwabathela inhlabathi ephalishini likaNgizwe
Liyah Mseleku Ashaye phansi kwashunqa uthuli amalunga enhlangano yabathandana nabobulili obufanayo. Impi yabo noNgizwe Mchunu bese beyithuthele enkampanini edayisa izimoto…
Read More » -
‘Abanamsebenzi walutho obaba bezingane bami’
Sane Mseleku Ushiye angagalazi uKelly Khumalo ebeka amabala obaba bezingane zakhe, ethi bafana nento engekho. Yize esho njalo kodwa ukhiphe…
Read More » -
Kusiphuke ezinye zezimpamde ebezimise uMaster KG
Sphumelele Mjaja Usezinhlungwini uGgaogelo Moagi owaziwa ngoMaster KG ngokushiywa uproducer wakhe uCasswell Poutsho Ramothwala. UCasswell Poutsho Ramothwala, owaziwa ngoCasswell P…
Read More » -
Ubonga impilo uCindy Mkhathini osinde kukubi
Sphumelele Mjaja UCindy Makhathini oyisocial media influencer ushayise imoto yakhe esiteshini sikawoyela saseSasol. UMakhathini wazise abalandeli bakhe ngalesi sigameko kwi-Instagram,…
Read More » -
Zikhombise ubungqwele izinkunzi zaseSoweto koweCaf
IKaizer Chiefs idlule sekuvalwe amehlo kwiKabuscorp yase-Angola iyihlula ngo 5-4 sekukhahlela amaphenathi. Lo mdlalo ubudlalelwa endlundleni iFNB eGoli. Phambilini umdlalo…
Read More »